IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe

2.6.19

Yazini Intando KaNkulunkulu Nizuze Ukuphelela

Lapho nazi intando kaNkulunkulu, umthwalo wenu usinda ngisho nakakhulu; lapho umthwalo wenu usinda, nesipiliyoni senu sizoba siningi. Lapho niyazi intando kaNkulunkulu, uNkulunkulu uyonithwalisa lo mthwalo, futhi niyokhanyiselwa uNkulunkulu ezintweni aniphathise zona.

25.5.19

Landelani Iqiniso Uma Seniliqonda

Umsebenzi nezwi likaNkulunkulu kuhloselwe ukuletha ushintsho esimweni senu; inhloso Yakhe ayikhona nje ukunenza niliqonde noma nilibone bese lokho kuba yisiphelo salo. Njengoba nikwazi ukwamukela, akufanele kube nzima kini ukuqonda izwi likaNkulunkulu, ngoba ingxenye enkulu yezwi likaNkulunkulu ilotshwe ngolimi lwabantu okulula kakhulu ukuluqonda.

23.5.19

Mayelana Nokuphila Komoya Okujwayelekile

Ikholwa kumele libe nokuphila komoya okujwayelekile—lesi isisekelo sokwazi amazwi kaNkulunkulu nokuba ngokoqobo. Okwamanje, ingabe yonke imithandazo, ukusondelana noNkulunkulu, ukuhlabelela, ukudumisa, ukuzindla, nokuzama ukuqonda amazwi kaNkulunkulu eniwenzayo kuhlangabezana namazinga okuphila komoya okujwayelekile? Akekho kini okumcacela kahle lokhu.

12.4.19

Isahluko 2

Ibandla laseFiladelfiya selithole isimo, futhi lokhu kube ngokuphelele ngenxa yomusa nobubele bukaNkulunkulu. Abangcwele bakhiphe uthando lwabo lukaNkulunkulu futhi abazange baphambuke endleleni yabo yokomoya.

23.3.19

Isahluko 21

Umsebenzi woMoya oNgcwele usuningenise ezulwini nasemhlabeni omusha. Konke kwenziwa kube kusha, konke kusezandleni Zami, konke kuqala kabusha!

11.3.19

Isahluko 32

Yini ukukhanya? Esikhathini esidlule empeleni nanibheka ukuguquka komsebenzi woMoya oNgcwele njengokukhanya.

14.11.18

62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini

UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi

Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.

22.10.18

26. UMoya oNgcwele Usebenza Ngendlela Enemigomo

UQin Shuting edolobheni laseLinyi, esiFundazweni saseShandong

Esikhathini eside, yize noma ngangingayekanga ukudla nokuphuza amanzi kaNkulunkulu, kodwa ngangingakaze ngikuzwe ukukhanya.

19.10.18

8. UNkulunkulu Wavikela Umndeni Wethu Ngenhlekelele

EWang Lan Kwidolobha IBeijing 

Ncwaba 6, 2012

Mhla zingama-21 kuNtulikazi, 2012 isikhukhula eminyakeni engamashumi ayisithupha sadwengula isigodi sakithi. Inhlekelele yavela ezulwini, amanzi kazamcolo exube udaka kanye namatshe futhi yokanalisa isigodi sonke. Imizi eminingi yabhujiswa amanzi kanye nodaka olushelelayo.

21.9.18

4.8.18

Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo

Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo.

28.7.18

Isahluko 6

Ezindabeni eziphathelene nezomoya, kumele nibe nozwelo ngempela; emazwini Ami kumele nilalelisise ngempela.

16.7.18

South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.

27.2.18

Ngesikhathi Sesigameko Ngabona Ukuvikela KukaNkulunkulu

UYongxin, Idolobha IYibin,Isifundazwe ISichuan 

Sasingakaze sikholwe kuNkulunkulu ngaphambilini. Ngowezi-2005, siphakanyiswe wuNkulunkulu, umyeni wami, ubabezala, umalume, nami sonke samukela umsebenzi kaNkulunkulu wezinsuku zokugcina.

7.2.18

2018 Christian Gospel Short film "UNKULUNKULU AKUBUSISE" Worship God and Receive His Protection



UNkulunkulu Akubusise

Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.

25.12.17

Mayelana neBhayibheli (4)

  Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu.
Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa. 

13.12.17

Izwa Uthando Lweqiniso lukaNkulunkulu “Ingoma Yothando Olumnandi” South African Gospel Music




Izwa Uthando Lweqiniso lukaNkulunkulu “Ingoma Yothando Olumnandi” South African Gospel Music

I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.

25.11.17

Mayelana Nenqubo Yokuthandaza















                          Aninaso isikhathi sokuthandaza empilweni yenu yansuku zonke. Abantu bahlezi bengawunaki umthandazo. Emithandazweni yabo ngaphambilini babeveza imizwa yabo nje bezidlalela, futhi akekho owake wanikela ngokupheleleyo ngenhliziyo yakhe phambi kukaNkulunkulu futhi wathandaza ngeqiniso kuNkulunkulu.

23.11.17

Indlela… (6)






















       Umsebenzi kaNkulunkulu owenze ukuthi silethwe esikhathini samanje. Ngakho, sonke singabasindile ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu, futhi ukuze sikwazi ukugcinwa osukwini lwesimanje kuwukuphakanyiswa nguNkulunkulu okukhulu.

22.11.17

Indlela… (5)

UMoya oNgcwele,Umthandazo,






















Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu. Kungashiwo ukuthi cishe bonke abantu abakholelwa kuNkulunkulu abamazi uMoya, kodwa.