IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila kwaphakade. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila kwaphakade. Bonisa konke okuthunyelwe

11.12.18

South African Gospel Music 2018 “Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho”



South African Gospel Music 2018 “Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho”

I
UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu; 
izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe.
Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu.
Akunandaba ukuthi ungubani, 
wonke umuntu kufanele alalele uNkulunkulu,
athobele ukubusa Kwakhe, ukuqondisa nemiyalelo Yakhe!

28.9.18

16. Ingabe ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla kuzokwenza ngempela ukuba umuntu angabhubhi futhi abe nokuphila okuphakade?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uNkulunkulu uzozesula zonke izinyembezi emehlweni abo; akusayikuba khona ukufa, nokudabuka, nokukhala, ngisho nobuhlungu abusayikuba khona: ngoba izinto zakuqala sezidlulile” (IsAmbulo 21:4).

21.8.18

25.12.17

Mayelana neBhayibheli (4)

  Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu.
Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa. 

3.11.17

Mayelana neBhayibheli (4)

  Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa.

2.11.17

Mayelana NeBhayibheli (2)

        IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro. Impela, ubufakazi balesi sivumelwano kwabe kuyigazi le wundlu elalibhecwe eminyango, uNkulunkulu amisa ngalo isivumelwano nomuntu, lapho okwathiwa bonke labo ababenegazi lewundlu emakhothameni nasezinsikeni zomnyango kwabe kungama-Israyeli, babengabantu baNkulunkulu abakhethiweyo, futhi bonke babeyosindiswa nguJehova (ngoba uJehova ngaleso sikhathi wayesezobulala wonke amadodana angamazibulo eGibhithe kanye namazibulo ezimvu nezinkomo) Lesi sivumelwano sinamazinga amabili encazelo.

20.10.17

UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade

Iqiniso,uKristu,ukuphila kwaphakade,

















Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.