IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

16.5.19

Izahluko 24 no-25

Ngaphandle kokufunda ngokucophelela, akunakwenzeka ukuthola okuthile emazwini alezi zinsuku ezimbili; eqinisweni, bekufanele ngabe akhulunywe usuku olulodwa, kodwa uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili.

19.3.19

Isahluko 24

Isikhathi siya ngokuya sisondela. Vukani! Nonke bangcwele! Ngizokhuluma kini. Bonke labo abezwayo bazovuka. NginguNkulunkulu ebenilokhu nikholwa Kuye kule minyaka eminingi.

15.11.18

63. Ukulahla Ijoka LikaSathane Kuyakhulula

UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

12.11.18

South African Gospel Music “Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu




South African Gospel Music “Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.

23.10.18

27. Okulele Emuva Kwamanga

UXiaojing    Edolobheni laseHeze, esiFundazweni saseShandong 

Ngesikhathi ngasinye ngabona amazwi kaNkulunkulu esitshela ukuba sibe ngabantu abathembekile futhi sikhulume ngendlela eqondile nenembayo, ngacabanga ngathi, “Mina anginankinga nokukhuluma ngendlela eqondile.

30.9.18

South African Gospel Music 2018 “Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu”




South African Gospel Music 2018 “Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu”

I
Ngenxa yenzuzo ngalahla zonke izindinganiso zokuziphatha,
futhi ngesibindi ngasebenzisa inkohliso ukuziphilisa.
Angibanga nandaba nonembeza noma isimilo, lutho ngobuqotho noma isithunzi.

25.9.18

Ukugcina Imiyalo Nokulandela Iqiniso

Ezenzweni zenu, imiyalo kufanele ihlobane nokulandela iqiniso, Ngesikhathi esifanayo nenigcina ngaso imiyalo, kufanele futhi nenze neqiniso. Lapho nilandela iqiniso, akufanele nephule imiyalo noma nimelane nemiyalo. Yenzani lokho uNkulunkulu adinga ukuthi nikwenze.

23.9.18

11. Ngikholwa ukuthi uNkulunkulu ukhona, kodwa ngimusha futhi ngisenokuningi kakhulu okufanele ngikwenze empilweni. Ingabe ngisengayithola insindiso uma ngilinda kuze kube yilapho sengimatasa kancane ukuze ngikholwe Kuye?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Impilo yomuntu ayinakho nhlobo ukufudumala, futhi ayinabo ubumnandi noma ukukhanya komuntu – kodwa usezijwayeze yona, babekezelela impilo ebashintsha lokhu okubafanele ngokugijimela izinto ngaphandle kokuzuza utho. Ngokuphazima kweso, usuku lokufa kuyasondela, umuntu afe ukufa okunomunyu.

22.9.18

10. Abanye abantu bathi akekho nhlobo uNkulunkulu; kungani lo mbono uyiphutha? Singaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu ukhona?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Zingaki izidalwa eziphilayo futhi ezizalanayo ebukhulwini obubanzi bomhlaba nezulu, zilandela umthetho wokuphila ngokuphindaphinda, zibambelele emthethweni owodwa ongaguquki.

18.9.18

5. Abantu bavame ukuthi, “Ubuhle bunomvuzo wakho, ububi ukujeziswa kwakho,” khona-ke kungani uNkulunkulu engasusi bonke abantu ababi?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Namuhla, noma bengenzani, futhi kuncike ekutheni bangaphazamisi ukuphatha kukaNkulunkulu futhi abangahlangene nhlobo nomsebenzi kaNkulunkulu, abantu abanjalo ngeke babhekane nembuyiselo ehambisanayo, ngoba usuku lolaka alukafiki.

17.9.18

13. Ukuqonda intando kaNkulunkulu phakathi kobunzima

UXiao Rui    wasedolobheni iPanzhihua, isifundazwe saseSichuan 

Lapho ngishumayela ivangeli ngahlangana nabaholi ababengenasineke ebeletha ubufakazi bamanga ukuba balwe baphazamise babize namaphoyisa. Lokhu kwaholela ekutheni labo ebengishumayela kubo bangazihluphi ukuba beze baxhumane nathi, nalabo ebebeqeda ukwamukela ivangeli bengakwazi ukuba nesibindi emsebenzini kaNkulunkulu.

14.9.18

7. Umoya Wokuqhosha Ngaphambi Kokuwa

UBaixue Edolobheni LaseShenyang 

Ngenxa yesidingo somsebenzi, ngadluliselwa kwenye indawo yokusebenza. Ngaleso sikhathi, nganginokubonga okukhulu kuNkulunkulu. Ngezwa sengathi kuningi kakhulu lapho ngangisilele khona, kodwa ngokuphakanyiswa nguNkulunkulu kwezulu, nganikezwa ithuba lokugcwalisa umsebenzi wami endaweni yokusebenza emangalisayo.

3.9.18

3. Ingabe umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ngesikhathi sezinsuku zokugcina uyahlanza futhi usindise isintu?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Futhi uma noma ngabe yimuphi umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli: ngoba angizanga ukuzokwahlulela umhlaba, kodwa ukusindisa umhlaba. Lowo ongalayo, engawamukeli namazwi ami, ukhona ozomahlulela: izwi engilikhulumile, lona lizomehlulela ezinsukwini zokugcina” (Johane 12:47-48 ).

2.9.18

South African Gospel Song “Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu”




South African Gospel Song “Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu”

I
UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe
akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu.
Inyama yomuntu yakhohlakaliswa nguSathane ngakho yase iba yilokho okuqondwe ngumsebenzi kaNkulunkulu.
Indawo yensindiso kaNkulunkulu ngumuntu, ngumuntu.

1.9.18

4. Yini imvelo yenkinga yomuntu engakwazi ukubaluleka kwegama likaNkulunkulu hhayi ukwamukela igama elisha LikaNkulunkulu?



                                 
                                                 

       





   Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Esikhathini ngasinye, uNkulunkulu uzoqala umsebenzi omusha, futhi esikhathini ngasinye, kuzoba nesiqalo esisha kubantu. Uma umuntu elandela iqiniso lokuthi “uJehova nguNkulunkulu” futhi “uJesu nguKristu,” okungamaqiniso asebenza kuphela enkathini eyodwa, umuntu-ke akasoze ahambisana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, futhi uyohlala engakwazi ukuzuza umsebenzi kaMoya oNgcwele.

29.8.18

2018 South Africa best Gospel Music Video “Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo”



2018 South Africa best Gospel  Music Video “Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo”

Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu.
Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe.
Izilingo ziyafika, bhekana nazo; yazi intando kaNkulunkulu futhi uzoba namandla.

28.8.18

South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” God's Sheep Hear the Voice of God



South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” 
I
Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;
lapho kunezinyathelo Zakhe,
kunemisebenzi Yakhe,
Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe
Kunokuvela Kwakhe,
Futhi lapho kunokuvela Kwakhe,
Kuneqiniso, nendlela, nokuphila.

2. Umuntu kufanele aqonde ukuthi lonke iqiniso elichazwe nguNkulunkulu ezinsukwini zokugcina yindlela yokuphila okungunaphakade






















              Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo” (Johane 16:12-13).

25.8.18

1. Yini umehluko osemqoka phakathi komsebenzi kaNkulunkulu nomsebenzi womuntu?
















                      Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo ubandakanya umsebenzi wabo bonke abantu, futhi uphinde umele umsebenzi waso sonke isikhathi somlando. Lokhu kusho ukuthi, umsebenzi kaNkulunkulu uwodwa umela ukunyakaza nomsebenzi kaMoya oNgcwele, kuyilapho umsebenzi wabaphostoli ulandela umsebenzi kaNkulunkulu futhi awusiholi isikhathi somlando, noma akumeli umsebenzi oqhubekayo kaMoya oNgcwele kuso sonke isikhathi somlando.