IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe

25.6.19

UNkulunkulu Nomuntu Bayongena Ndawonye Ekuphumuleni

uthando lukankulunkulu,Iqiniso,






















Ekuqaleni, uNkulunkulu wayephumule. Ngaleso sikhathi kwakungekho bantu noma kungekho nanoma yini enye emhlabeni, futhi awukho umsebenzi uNkulunkulu ayesewenzile. Umsebenzi kaNkulunkulu wokuqondisa wawuqala ngesikhathi kuba khona abantu nangesikhathi abantu bonakaliswa.

8.6.19

Umbono Womsebenzi KaNkulunkulu (2)

INkathi Yomusa yashumayela ivangeli lokuphenduka, futhi uma umuntu ekholwa, wayezosindiswa. Namuhla, esikhundleni sensindiso kunenkulumo yokunqoba nokuphelelisa.

13.5.19

Isahluko 20

UNkulunkulu wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu.

17.4.19

Isenzo (6)

Namuhla, abantu abaningi abanawo ngisho umcabango ophusile noma ukuzazi kukaPawulu, okwathi, nakuba ashaywa iNkosi uJesu, wayesenesinqumo sokusebenza futhi ahlupheke ngenxa Yayo. UJesu wamnika ukugula, futhi kamuva, uPawulu waqhubeka ehlushwa yilokhu kugula ngesikhathi eqala ukusebenza.

16.4.19

Kuyini Ukuqonda Kwakho “Izibusiso”?

Nakuba labo abazalwe kule nkathi bebhekene nezimo zokukhohlakala kukaSathane nokungcola kwamadimoni, kuyiqiniso futhi ukuthi bayakwazi ukuzuza insindiso enkulu ngenxa yalokhu kukhohlakala, ngisho nokungaphezulu kwemfuyo egcwele izintaba namathafa kanye nempahla yomndeni enkulu eyazuzwa uJobe, futhi ingaphezu kwesibusiso esatholwa uJobe sokubona uJehova ngemva kwezilingo zakhe.

18.3.19

Isahluko 25

UNkulunkulu uSomandla, uYise Ongunaphakade, iNkosana yokuThula, uNkulunkulu wethu uyabusa! UNkulunkulu uSomandla ubeka izinyawo Zakhe eNtabeni yeMinqumo. Kwaze kwaba kuhle!

8.3.19

Isahluko 34

UNkulunkulu uSomandla unamandla onke, uzuza konke futhi unguNkulunkulu wangempela ophelele! Akaphethe izinkanyezi eziyisikhombisa, aphathe oMoya abayisikhombisa, abe namehlo ayisikhombisa, avule izimpawu eziyisikhombisa futhi avule umqulu kuphela, kodwa ngaphezu kwalokho uphatha izinhlupho eziyisikhombisa nezitsha eziyisikhombisa futhi uvula imidumo eyisikhombisa; kudala ushaye amacilongo ayisikhombisa!

26.2.19

Isahluko 42

Yeka ukuthi zinkulu kangakani izenzo zikaNkulunkulu uSomandla! Zibabazeka kakhulu! Ziyamangalisa! Amacilongo ayisikhombisa ayakhala, imidumo eyisikhombisa iyathunyelwa, izitsha eziyisikhombisa ziyathululwa—lokhu kuyovezwa obala ngokushesha futhi akunakuba nokungabaza.

4.2.19

Isahluko 63

Qonda izimo zakho, futhi ngaphezu kwalokho, cacelwa ngendlela odinga ukuyihamba; ungabe usalinda Mina ukuba ngikuphakamise ngezindlebe zakho bese ngikukhombisa izinto. NginguNkulunkulu obuka inhliziyo yomuntu engaphakathi kakhulu futhi ngazi wonke umcabango nomqondo wakho, ngisho ngaphezulu kwalokho ngiqonda izenzo nokuziphatha kwakho.

28.1.19

Isahluko 70

Ukuthi imfihlakalo Yami yambuliwe futhi yavezwa obala, ayisafihliwe, kungenxa yomusa Wami nesihawu Sami ngokuphelele.

10.1.19

Isahluko 84

Ngenxa yokuntula kwakhe ulwazi Ngami, umuntu uphazamise ukuphatha Kwami futhi wenzela phansi izinhlelo Zami izikhathi ezingabalwa, kodwa akazange akwazi ukuphazamisa izinyathelo Zami eziya phambii.

8.1.19

Isahluko 86

Abantu bathi nginguNkulunkulu onesihawu futhi bathi ngiyonikeza insindiso kubo bonke engibadalile— lezi zinto zonke zishiwo ngokusekelwe phezu kwemibono yesintu. Ukubhekisa Kimi njengoNkulunkulu onesihawu kuqondiswe kumadodana Ami angamazibulo nokuletha Kwami insindiso kuqondiswe kumadodana Ami nakubantu Bami.

5.1.19

Isahluko 87

Kufanele nisheshise isivinini futhi nenze engifuna ukukwenza. Lokhu kuyinhloso Yami engiyilangazelele kini.

30.12.18

Isahluko 95

Abantu bacabanga ukuthi konke kulula ngokwedlulele, lapho empeleni lokhu kungenjalo. Phakathi kwakho konke kuqukethwe izimfihlakalo ezifihliwe, kanye nokuhlakanipha Kwami namalungiselelo Ami.

18.12.18

Isahluko 112

Ukuthi “amazwi nokungokoqobo kuqhubeka ngokuhambisana” kuyingxenye yesimo Sami sokulunga futhi, kula mazwi, ngiyokwenza ngokuqinisekile ukuthi wonke umuntu abone sonke isimo Sami. Abantu bacabanga ukuthi lokho akukwazi ukufezeka, kodwa Kimi kulula futhi kumnandi, futhi akudingi mandla.

8.12.18

94. Ukuhlupheka Kwakhuthaza Uthando Lwami LukaNkulunkulu


UMeng Yong Esifundazweni saseShanxi

Ngingumuntu ngokwemvelo owethembekile, yingakho bengihlala ngihlushwa ngabanye abantu. Ngenxa yalokho, ngizwe ukubanda komhlaba womuntu futhi ngezwa ukuphila kwami kungenalutho futhi kungenanjongo.

7.12.18

93. Ukuzwa Uthando LukaNkulunkulu Esimweni Esibi

UChen Lu    Ezweni laseTonglu, Esifundazweni SaseZhejiang

Ngazalwa ngawo-1980 edolobhaneni—sasiwumndeni wabalimi izizukulwane ezinngi. Ngazinikela ezifundweni zami ukuze ngikwazi ukuya ekolishi futhi ngibalekele impilo yasemakhaya yobumpofu kanye nokuba semuva.

6.12.18

91. Ubusha Obungenakho Ukuzisola





















UXiaowen    Edolobheni LaseChongqing 

Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela.

3.12.18

87. Ukwahlulela Kungukukhanya

UZhao Xia   Esifundazweni saseShandong

Igama lami nginguZhao Xia. Ngazalelwa emndenini ojwayelekile. Ngenxa yezisho ezifana nalezi “Umuntu uzenzela igama nomaphi lapho ehlala khona, njengoba nehansi likhala noma phi lapho lindiza khona,” kanye nesithi “Njengoba isihlahla siphilela isiqu saso, umuntu uphilela isithunzi sakhe,” ngalokhu ukuzenzela igama kwaba iyonanto ebalulekile kimi.