IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

26.4.19

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele IX

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto (III)

Kulesi sikhathi, sikhulume ngezinto eziningi ezithinta ukumazi uNkulunkulu kanti kungekudala nje sikhulume ngento ebalulekile kulesi sihloko esithi: UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto.

8.4.19

Isahluko 6

UNkulunkulu uSomandla, iNhloko yezinto zonke, uphethe amandla Akhe obukhosi asuka esihlalweni Sakhe sobukhosi. Ubusa phezu kwezulu nomhlaba nezinto zonke futhi uyasiqondisa emhlabeni wonke.

6.4.19

Isahluko 8

Selokhu uNkulunkulu uSomandla—iNkosi yombuso—ebonakele, umklamo wokuphatha kukaNkulunkulu wambuleke ngokuphelele kulo lonke izulu nomhlaba.

31.3.19

Isahluko 14

Isikhathi sihambe ngempela manje. UMoya oNgcwele usebenzisa izindlela ezihlukahlukene ukuze usiholele emazwini kaNkulunkulu futhi sihlonyiswe ngalo lonke iqiniso, singcweliswe, ukuze nibe nokusondelana nobudlelwane obuseduze ngempela naMi; aninikezwanga mvume yokuba nikhethe.

30.3.19

Isahluko 15

“Ukubonakala kukaNkulunkulu” sekuvelile kuwo onke amabandla. NguMoya okhulumayo, ungumlilo onamandla, Uthwele ubukhosi futhi uyahlulela; UyiNdodana yomuntu, egqoke ingubo ekhawula phansi ezinyaweni, futhi ezibophe ngebhande legolide ezibeleni.

28.3.19

Isahluko 16

Ngemva kokubona “iNdodana yomuntu,” uNkulunkulu uMninimandla onke wazambula obala kithina njengeLanga lokulunga. Lolu uguquko lwasentabeni! Manje kuya ngokuya kuba ngokoqobo ngokwengeziwe, kuba yinto engokoqobo ngempela.

18.3.19

Isahluko 25

UNkulunkulu uSomandla, uYise Ongunaphakade, iNkosana yokuThula, uNkulunkulu wethu uyabusa! UNkulunkulu uSomandla ubeka izinyawo Zakhe eNtabeni yeMinqumo. Kwaze kwaba kuhle!

15.3.19

Isahluko 28

Uyabona ukuthi isikhathi sifishane kakhulu kanti nomsebenzi kaMoya oNgcwele uyaqhubeka, wenza ukuthi uthole izibusiso ezinkulu kangaka, ukuthi wamukele iNkosi yezulu nomhlaba, uNkulunkulu uSomandla, oyiLanga elikhanyayo, iNkosi yombuso – lokhu kungumusa nesihe Sami konke.

8.3.19

Isahluko 34

UNkulunkulu uSomandla unamandla onke, uzuza konke futhi unguNkulunkulu wangempela ophelele! Akaphethe izinkanyezi eziyisikhombisa, aphathe oMoya abayisikhombisa, abe namehlo ayisikhombisa, avule izimpawu eziyisikhombisa futhi avule umqulu kuphela, kodwa ngaphezu kwalokho uphatha izinhlupho eziyisikhombisa nezitsha eziyisikhombisa futhi uvula imidumo eyisikhombisa; kudala ushaye amacilongo ayisikhombisa!

2.3.19

Isahluko 39

Vula amehlo bese ubheka futhi uzobona amandla Ami yonke indawo! Ungaba nesiqiniseko Ngami yonke indawo. Izulu nomhlaba nobubanzi kusabalalisa amandla Ami amakhulu.

26.2.19

Isahluko 42

Yeka ukuthi zinkulu kangakani izenzo zikaNkulunkulu uSomandla! Zibabazeka kakhulu! Ziyamangalisa! Amacilongo ayisikhombisa ayakhala, imidumo eyisikhombisa iyathunyelwa, izitsha eziyisikhombisa ziyathululwa—lokhu kuyovezwa obala ngokushesha futhi akunakuba nokungabaza.

22.2.19

Isahluko 47

Nkulunkulu uSomandla wokulunga—Onamandla Onke! Kuwe ngokuqinisekile akukho okufihliwe. Leyo naleyo mfihlakalo kusuka endulo kuze kube phakade, abantu abangakaze bayambule, Kuwe iyavezwa futhi icace ngokuphelele.

18.2.19

Isahluko 51

O! Nkulunkulu uSomandla! Amen! Kuwe konke kukhululiwe, konke kukhululekile, konke kuvulekile, konke kwambuliwe, konke kugqamile, akunakufihlakala noma ukucasha.

4.12.18

88. Ukuzalwa Kabusha

UYang Zheng    Esifundazweni

SaseHeilongjiang

Ngazalelwa emndenini ompofu wasemaphandleni owawusemuva ngokucabanga. Ngangizidla kusukela ebuncaneni bami futhi isifiso sami sesikhundla sasinamandla kakhulu.

20.10.18

13. Imbubhiso Ngokuphazima Kweso

—IQingping Township esesiFundazweni saseSichuan yanyamalala kabili ngenxa yokudelela kwayo ivangeli likaNkulunkulu uSomandla lezinsuku zokugcina 

17.10.18

1.UNkulunkulu USomandla Usenginike Ithuba Lesibili Empilweni

Abafo kanye nodade ababili abejwayelekile, eBeijing

Ncwaba 15, 2012

NgoNtulikazi 21, 2012 kwakuwusuku engingasoze ngalukhohlwa, nokuthi kwaba wusuku olubaluleke kakhulu empilweni yami.

14.10.18

46. Yini umehluko phakathi komsebenzi wokuhlenga weNkathi Yomusa kanye nomsebenzi wokwahlulela weNkathi Yombuso? Kungani umuntu kufanele amukele umsebenzi wokwahlulela kwezinsuku zokugcina ngaphambi kokuthola insindiso?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Ngaleso sikhathi umsebenzi kaJesu wawungukuhlengwa kwaso sonke isintu. Izono zabo bonke ababekholwa Kuye zazithethelelwa; uma nje ukholwa Kuye, wayengakukhulula; uma ukholwa Kuye, wawungasesona isoni, wawukhululiwe ezonweni zakho.

13.10.18

44. Ingabe ukwahlulela kwezinsuku zokugcina okushiwo eBhayibhelini kubhekise emsebenzini kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Abanye bakholwa ukuthi ngezinye izikhathi uNkulunkulu angeza emhlabeni ukuze abonakale kumuntu, lapho eyokwahlulela isintu mathupha, avivinye umuntu ngamunye kungasali muntu.