IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukuthanda uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukuthanda uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

2.6.19

Yazini Intando KaNkulunkulu Nizuze Ukuphelela

Lapho nazi intando kaNkulunkulu, umthwalo wenu usinda ngisho nakakhulu; lapho umthwalo wenu usinda, nesipiliyoni senu sizoba siningi. Lapho niyazi intando kaNkulunkulu, uNkulunkulu uyonithwalisa lo mthwalo, futhi niyokhanyiselwa uNkulunkulu ezintweni aniphathise zona.

24.5.19

Okuqondene Nabo Bonke Abenza Umsebenzi Wabo



















Esimweni samanje, wonke umuntu omthanda ngeqiniso uNkulunkulu unethuba lokulungiswa NguYe. Akusho lutho ukuthi basemusha noma bamdala, inqobo uma ezinhliziyweni zabo belalela uNkulunkulu futhi bemhlonipha, yeNa uzokwazi ukubalungisa. UNkulunkulu uphelelisa abantu ngokwemisebenzi yabo ehlukahlukene.

21.4.19

Isahluko 42

Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye abantu kungenzeka ukuthi babonile kancane, kodwa abanaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo. Mhlawumbe abanye abakwazanga ukuqonda lutho.

19.3.19

Isahluko 24

Isikhathi siya ngokuya sisondela. Vukani! Nonke bangcwele! Ngizokhuluma kini. Bonke labo abezwayo bazovuka. NginguNkulunkulu ebenilokhu nikholwa Kuye kule minyaka eminingi.

15.3.19

Isahluko 28

Uyabona ukuthi isikhathi sifishane kakhulu kanti nomsebenzi kaMoya oNgcwele uyaqhubeka, wenza ukuthi uthole izibusiso ezinkulu kangaka, ukuthi wamukele iNkosi yezulu nomhlaba, uNkulunkulu uSomandla, oyiLanga elikhanyayo, iNkosi yombuso – lokhu kungumusa nesihe Sami konke.

14.3.19

Isahluko 29

Ngabe uyazi ukuthi isikhathi siyacindezela? Ngakho-ke esikhathini esifishane uzothembela Kimi ulahle kude zonke izinto ezingahambisani nesimo Sami: ukungazi, ukuthatha kancane ukwenza izinto, imicabango engacacile, ukuba nenhliziyo ethambile, intando engaqinile, ukungabi namqondo, imizwa enengcindezi, ukudideka kanye nokungakwazi ukwahlulela.

12.3.19

Isahluko 31

Ngithanda bonke labo abangifuna ngobuqotho. Uma nigxila ekuthandeni Mina, nakanjani ngizonibusisa kakhulu. Ingabe niyaziqonda izinhloso Zami? Endlini Yami, akukho mehluko phakathi kwesikhundla esiphakeme nesikhundla esiphansi.

24.2.19

Isahluko 46

Lowo ozikhandla futhi azinikele ngobuqotho Kimi, nakanjani ngiyomvikela kuze kube sekugcineni; isandla Sami nakanjani siyokubamba ukuze uhlale unokuthula futhi uhlale uthokoza futhi nsuku zonke ube nokukhanya nesambulo Sami.

4.2.19

Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu

kube olunye usuku,

lapho uyozwa khona ukuthi uMdali

akaseyona impicabadala,

ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,

ukuthi uMdali

akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,

ukuthi uMdali akakude neze nawe,

ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,

ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,

esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.

2.2.19

Isahluko 66

Umsebenzi Wami uqhubekele esigabeni samanje futhi wonke ulandele amalungiselelo ahlakaniphile esandla Sami, kanye nangempumelelo enkulu Yami.

25.1.19

Ezinyathelweni Zomsebenzi KaNkulunkulu

Ngaphandle, kubukeka sengathi izinyathelo zomsebenzi kaNkulunkulu kulesi sigaba seziphelile, nokuthi isintu sesivele sezwa isahlulelo, ukusola, ukushaya, nokucwenga kwamazwi Akhe, futhi sesidlule ezinyathelweni ezifana nokuhlolwa kwabenzi bomsebenzi, ukucwengwa kwezikhathi zokusola, ukulingwa ngokufa, ukulingwa ngokuqhathaniswa, kanye nezikhathi[a] zikaNkulunkulu onothando.

22.1.19

Isahluko 73

Amazwi Ami agcwaliseka ngokushesha lapho ekhulunywa; awaguquki neze futhi alunge ngokuphelele. Khumbula lokhu! Lonke izwi nomshwana ophuma emlonyeni Wami kufanele kucatshangwe ngokucophelela.

17.12.18

African Gospel Dance Song 2018 "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu




Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" | South African Gospel Music 2018

I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.
Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.
Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.
Ngibanjwe ubuhle bukaNkulunkulu, inhliziyo yami inamathele Kuye.

12.12.18

South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”




 South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”

I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.

2.11.18

Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile

Nibonile yini ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu uzofezani kuleli qembu labantu? UNkulunkulu uthe, ngisho eMbusweni Weminyaka Eyinkulungwane abantu kusazodingeka ukuthi baqhubeke balandele amazwi Akhe, futhi kusasa la mazwi kaNkulunkulu azoqondisa ukuphila kwabantu ezweni elihle laseKhanani.

27.10.18

Labo Abathanda UNkulunkulu Bayophila Phakathi Kokukhanya Kwakhe Ingunaphakade

Ingqikithi yokukholelwa kwabantu abaningi kuNkulunkulu iwukuqiniseka ngenkolo: Abanawo amandla okuthanda uNkulunkulu, bakwazi kuphela ukumlandela njengerobhothi, abakwazi ukulangazelela uNkulunkulu ngeqiniso noma ukumdumisa.

26.10.18

Isiqu Kanye Nobuntu Bomuntu

Eqinisweni, abaphoxekile, futhi bebelokhu bebheke osekwenziwe kusukela eminyakeni eyizi-6 000 kuze kube namuhla, ngoba angikaze ngibashiye.

26.9.18

21. Impi Yempilo Nokufa

UChang Moyang Edolobheni LaseZhengzhou, Esifundazweni SaseHenan 

Lapho ushiya inyama, ngokungegwemeke kuzokuba khona impi ngaphakathi. USathane ufuna ukuthi ulandele imicabango yenyama, ukuvikela lokho okufunwa yinyama.

25.9.18

19. Ukuzithukulula Emaketangeni Omoya

UWu Wen    Edolobheni laseZhengzhou, EsiFundazweni saseHenan

Ngangiwumuntu obuthakathaka nozwelayo. Ngenkathi ngingakakholelwa kuNkulunkulu, ngangivame ukuzizwa ngiphansi futhi ngicindezeleka ngenxa yezinto ezazingifikela empilweni.

15.9.18

Ubusha Obungenakho Ukuzisola

UXiaowen    Edolobheni LaseChongqing 

Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela.