( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
17.12.18
African Gospel Dance Song 2018 "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu
Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" | South African Gospel Music 2018
I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.
Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.
Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.
Ngibanjwe ubuhle bukaNkulunkulu, inhliziyo yami inamathele Kuye.
19.8.18
South African Gospel Music 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"
South African Gospel Music 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"
I
Manje ekuphakanyisweni, ubungcwele nokulunga kukaNkulunkulu
Kuyachuma emkhathini wonke, kuphakanyisiwe kuso sonke isintu.
Amadolobha ezulu ayahleka, imibuso yomhlaba iyadansa.
4.8.18
Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo
Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo.
21.7.18
"Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God
Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu
I
UNkulunkulu uMninimandla onke useyinyama, Wena sikuculela kakhulu izindumiso.
Usiletha ekuphileni kombuso.
Thina bantu bombuso sisedilini laKho,
sijabulela amazwi aKho, sihlanzwe ekonakaleni kwethu.
29.5.18
Ibika Ledokhumentari "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ubufakazi Bamandla KaNkulunkulu
Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu?
30.4.18
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo
Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini.
Akekho onganqoba ukugula nokufa.
Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka.
…
Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?
10.2.18
"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama
"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama
Iqoqo lezingane ezithandekao neziphapheme zazizidlalela nje umdlalo ngenkathi zibuza umbuzo ngaphandle kokucabanga othi, “Isintu sivelaphi?” Uyayazi yini impendulo yalo mbuzo?
6.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye
Izwi likaNkulunkulu lithi:
"Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Izikhathi,
ukuphila,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga,
uthando
5.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalombili
"Onke amazwi kaNkulunkulu aphethe ingxenye yesimo sakhe; isimo Sakhe ngeke sichazwe ngokugcwele ngamazwi, ngakho lokhu kukhombisa izinga lokunotha okukuye.
Amalebula:
Funa:UNkulunkulu uSomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Izikhathi,
UJesu,
uKholo,
ukuphila,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi Iwasempumalanga
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesikhombisa
"Eqinisweni, onke amazwi aphuma emlonyeni kaNkulunkulu ayizinto abantu abangazazi; onke awulimi abantu abangakaze baluzwe, ngakho kungabekwa kanje: amazwi kaNkulunkulu kwawona ayimfihlakalo.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,uthando,
Izikhathi,
UJesu,
uKholo,
ukuphila,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
13.12.17
Live in the Love of God "Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana" | 2017 zulu Gospel hymns
Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana
I
Siyathandana, siwumndeni. Ah … ah …
Khona lapha, khona manje, siyahlangana; kuhlangana abantu abathanda uNkulunkulu.
Ngaphandle kokuchema, sinamathelene, injabulo nobumnandi kugcwalisa izinhliziyo zethu.
7.12.17
Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu
Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo.
6.12.17
Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona
Nisahambe ibanga elincane kabi endleleni yekholwa elikholelwa kuNkulunkulu, futhi nisazongena endleleni eyiyona, ngakho liselide kakhulu ibanga ngaphambi kokufinyelela ezingeni likaNkulunkulu.
3.12.17
Izwi Lamashumi Amathathu Nanye
ANgikaze Ngibe nayo indawo ezinhliziyweni zabantu. Uma Ngibafuna ngeqiniso abantu, bavala amehlo bafifiyele bangazinaki izenzo Zami, kungathi konke eNgikwenzayo kuwumzamo wokubajabulisa, umphumela walapho kube ukuhlaziseka njalo yizenzo Zami.
1.12.17
Bantu! Jabulani!
Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona. Uma inkazimulo yaMi ikhanya, zonke izizwe ziyakhanya, konke kulethwa ekukhanyeni, akusali nokukodwa ebumnyameni.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)