( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla. Bonisa konke okuthunyelwe
25.3.19
Isahluko 19
Njengoba umsebenzi woMoya oNgcwele uqhubekela phambili, uNkulunkulu uphinde wasingenisa endleleni entsha yomsebenzi woMoya oNgcwele.
22.3.19
Isahluko 22
Ukukholwa kuNkulunkulu akuyona into elula ukuyenza. Nihlawathiza niya phambili, nidla yonke into nicabange ukuthi konke kuyajabulisa, kuyanambitheka! Kukhona abanye abasashaya ihlombe—abanakho ukwahlukanisa emoyeni wabo.
28.2.19
Isahluko 40
Kungani wenza kancane kangaka? Kungani undikindiki kangaka? Ukukhunjuzwa okuningi akunivusile; lokhu kuyangidabukisa. Ngempela anginayo inhliziyo yokubona amadodana Ami enje.
27.2.19
Isahluko 41
Mayelana nezinkinga ezivela ebandleni, ungagcwali ukukhononda okuningi. Lapho ibandla lakhiwa awagwemeki amaphutha, kodwa ungethuki lapho ubhekene nezinkinga, zotha uziqoqe.
19.2.19
Isahluko 50
Onke amabandla nabo bonke abangcwele kufanele babheke esikhathini esedlule kanye nasesikhathini esizayo: zingaki izenzo zenu zesikhathi esedlule ezifanelekile, futhi zingaki kuzo ezaba neqhaza ekwakhiweni kombuso?
15.2.19
Isahluko 54
Ngazi ibandla ngalinye njengoba ngizazi. Ningacabangi ukuthi angicacelwa noma angiqondi. Ngiqonda futhi ngazi nangaphezulu bonke abantu abehlukahlukene ebandleni ngalinye.
30.8.18
3. Yini umehluko phakathi kwempilo yebandla Ngenkathi Yomusa nempilo yebandla Ngenkathi Yombuso?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wase esibusisa, futhi wasihlephula, wase esinika abafundi, futhi wathi, Thathani, nidle; lokhu kungumzimba wami.
13.8.18
2. Kungani uNkulunkulu ebusisa ibandla elamukela nelithobela umsebenzi Wakhe? Kungani eqalekisa izinhlangano zezenkolo?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ngoba labo abakwezenkolo bayehluleka ukwamukela umsebenzi kaNkulunkulu omusha, futhi babambelela emsebenzini wakudala, ngakho uNkulunkulu ubalahlile labo bantu, futhi wenza umsebenzi Wakhe omusha kubantu abamukela lo msebenzi omusha. Laba ngabantu abasebenzisana nomsebenzi Wakhe omusha, futhi umsebenzi wokuphatha ungafezeka ngale ndlela kuphela.
21.7.18
"Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God
Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu
I
UNkulunkulu uMninimandla onke useyinyama, Wena sikuculela kakhulu izindumiso.
Usiletha ekuphileni kombuso.
Thina bantu bombuso sisedilini laKho,
sijabulela amazwi aKho, sihlanzwe ekonakaleni kwethu.
16.7.18
Izwi Lokuqala
Ingabe labo abafakaza ngamazwi Ami bawamukela ngempela? Ingabe ningazi ngempela? Ingabe niye nafunda impela ukulalela? Ingabe nizikhandla ngobuqotho Ngami? Ingabe niye naqina, nangahoxi ekufakazeni Ngami ebusweni bukadrago omkhulu obomvu?
6.5.18
Izifundiswa ZaseNtshonalanga Nabamele iCCP eNhlanganweni Yezizwe NgeBandla LikaNkulunkulu
Ngomhla kaMarch 1, 2018, ngesikhathi sokuhlangana kwamashumi amathathu nesikhombisa kweHuman Rights Council eNhlanganweni Yezizwe eGeneva, iCoordination of the Associations and Individuals for Freedom of Conscience (CAP LC) yahlela Umhlangano Oseceleni mayelana nokwenqatshelwa kwenkululeko yenkolo eChina kanye nodaba lweBandla likaNkulunkulu uSomandla (CAG).
12.1.18
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (4)
Kusho ukuthini ukupheleliswa? Kusho ukuthini ukunqotshwa? Yini umuntu okufanele ayenze ukuze anqotshwe? Futhi yini okufanele ayenze ukuze apheleliswe?
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
IBandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)