( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBandla likaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBandla likaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
31.7.18
INkosi UJesu Yabuya | "Ukwethulwa kwe-App Yebandla LikaNkulunkulu USomandla"
Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
27.5.18
Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje
Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kulezi zikhathi, esikhathini esiningi, ukwazi ukuthi iyini inkonzo esemqoka kaNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, nokuthi uzokwenzani emhlabeni.
Amalebula:
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
ibhayibheli,
uKristu,
ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
10.5.18
Spanish Friends Attended the New Year's Entertainment Party of Chinese Christians
On February 17, 2018, Christians from The Church of Almighty God in Spain hosted an evening gathering in Madrid’s Fuenlabrada with the theme of “We gather together here.” The purpose of the event was for friends of different nationalities to gain a greater understanding of The Church of Almighty God and to promote friendship between these groups.
17.4.18
Who Is My Lord? | Christian Short Film "The Three Self Church Is My Umbrella"
Who Is My Lord? | Christian Short Film "The Three Self Church Is My Umbrella"
One time, the Chinese Communist government captured many Christians of the Church of Almighty God from a particular location late at night. This matter caused a huge commotion locally. It triggered discussions amongst the members of the Three-Self Church. Some people believed that the Eastern Lightning has suffered the Chinese Communist government's cruel suppression and persecution.
Amalebula:
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Iqiniso,
Mayelana Nebandla LikaNkulunkulu USomandla,
UJesu,
UMoya oNgcwele,
uNkulunkulu,
Unyazi Iwasempumalanga
30.3.18
Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.
Amalebula:
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo,
Iqiniso,
UJesu,
uKristu,
uNkulunkulu,
UnyaziIwasempumalanga
21.2.18
Impilo Yethu Ayilona Ize
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
I
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
23.1.18
Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha
Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu. Bafowethu nodadewethu abathandekayo, nilindeni? Yini eniyifunayo? Ingabe nilinde ukubonakala kukaNkulunkulu? Ingabe nifuna imilobo yezinyawo zikaNkulunkulu? Kwazi kwalangazelezwa ukubonakala kukaNkulunkulu! Futhi kwaze kwaba nzima ukuthola imilobo yezinyawo zikaNkulunkulu! Enkathini efana nalena, emhlabeni ofana nalo, kumele senzeni ukuze sibone usuku lokubonakala kukaNkulunkulu? Kumele senzeni ukulandela imilobo yezinyawo zikaNkulunkulu?
12.1.18
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (4)
Kusho ukuthini ukupheleliswa? Kusho ukuthini ukunqotshwa? Yini umuntu okufanele ayenze ukuze anqotshwe? Futhi yini okufanele ayenze ukuze apheleliswe?
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
IBandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
11.1.18
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)
Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
Izinsuku zokugcina,
UJesu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga,
uSomandla
10.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nanye
Emehlweni kaNkulunkulu, abantu banjengezilwane emhlabeni wezilwane. Bayalwa, babulalane futhi baxhumane nabanye ngokumangalisayo.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
Izikhathi,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
6.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye
Izwi likaNkulunkulu lithi:
"Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Izikhathi,
ukuphila,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga,
uthando
5.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalombili
"Onke amazwi kaNkulunkulu aphethe ingxenye yesimo sakhe; isimo Sakhe ngeke sichazwe ngokugcwele ngamazwi, ngakho lokhu kukhombisa izinga lokunotha okukuye.
Amalebula:
Funa:UNkulunkulu uSomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Izikhathi,
UJesu,
uKholo,
ukuphila,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi Iwasempumalanga
31.12.17
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amane Nanye
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Usebenza kanjani uNkulunkulu kumuntu? Ingabe uyakuqonda lokhu? Ingabe kucacile? Futhi kwenziwa kanjani ebandleni? Yini oyicabangayo? Ingabe uke wayicabangela le mibuzo?
7.12.17
UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke
Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Iqiniso,
uKristu,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
12.11.17
Uqonda Ukuthini Mayelana NoNkulunkulu
Sesiside isikhathi abantu bekholwa kuNkulunkulu, nokho abaningi kubo abaliqondi igama elithi “Nkulunkulu.’ Bayalandela nje ngokungabaza.
3.11.17
Mayelana neBhayibheli (3)
Akuyona yonke into eseBhayibhelini engumbhalo wamazwi akhulunywa nguNkulunkulu mathupha. IBhayibheli lethula izigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu waphambilini, ingxenye eyodwa ingumbhalo ngokubikezela kwabaphrofethi, enye ingxenye yilokho abantu abadlule kukho kanye nolwazi olubhalwe ngabantu abebesetshenziswa nguNkulunkulu ngesikhathi sonke sezinkathi.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
iBandla likaNkulunkulu uSomandla,
Iqiniso,
uKristu,
uNkulunkulu,
UNkulunkulu USomandla,
Unyazi LwaseMpumalanga
23.10.17
Laba Khona Kanjani Ibandla LikaNkulunkulu USomandla?
Njengamabandla obuKristu, iBandla likaNkulunkulu uSomandla laba khona ngenxa yokuba khona komsebenzi kaNkulunkulu enyameni. Amabandla obuKristu aba khona ngenxa yokubonakala nemisebenzi yeNkosi uJesu enyameni, futhi iBandla likaNkulunkulu uSomandla laba khona ngenxa yokubonakala nangomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)