IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKholo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKholo. Bonisa konke okuthunyelwe

22.7.19

Izexwayiso Ezintathu

Ukholo,Ukulunga,


















Njengekholwa likaNkulunkulu, akumele wethembeke kunoma ubani omunye ngaphandle Kwakhe kukho konke futhi kumele ukwazi ukuhambisana nentando yakhe kuzo zonke izinto. Noma kunjalo, nakuba wonke umuntu eyiqonda le mfundiso, la maqiniso asobala futhi avamile, ngokumuntu, awabonakali ngokugcwele kuye, ngenxa yobunzima bakhe obehlukene, njengokungazi, ukungabi nangqondo nenkohlakalo.

28.6.19

Indlela Yokwazi Isimo SikaNkulunkulu Nomphumela Womsebenzi Wakhe























Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni

Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunkulu, abantu bayadumisa uNkulunkulu, yonke imilomo ibiza uNkulunkulu oyedwa weqiniso, umbuso wehlela emhlabeni.

1.6.19

UNkulunkulu Uyabaphelelisa Labo Abafuna Inhliziyo Yakhe



















Iqembu labantu uNkulunkulu afuna ukubazuza manje, yilabo abalwela ukubambisana noNkulunkulu, abangahlonipha umsebenzi Wakhe, nabakholwa ukuthi amazwi uNkulunkulu awakhulumayo ayiqiniso, abangenza izinto ezifunwa uNkulunkulu.

31.5.19

Abantu Abangakulalela Ngokugcwele Ukuba Ngokoqobo KukaNkulunkulu Yilabo Abamthanda Ngeqiniso UNkulunkulu























Ukuba nolwazi ngokungokoqobo nokukwazi ukuwubona ngokucacile umsebenzi kaNkulunkulu—konke lokhu kuyabonakala emazwini Akhe. Ukukhanya ungakuthola kuphela emazwini kaNkulunkulu, ngakho kufanele uzihlomise kakhulu ngamazwi Akhe.

20.5.19

Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe
























Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu? Manje nonke seniyazi ukuthi ukukholwa komuntu kuNkulunkulu akwenzelwa ukusindiswa komphefumulo kuphela kanye nokunakekelwa kwenyama, noma ukuthi anothise impilo yakhe ngothando lukaNkulunkulu, njalo njalo.

10.5.19

Isahluko 9























Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu. Iqiniso, kodwa, lehlukile kulokhu: uNkulunkulu ufuna kuphela u-“0.1 phesenti” kumuntu.

22.4.19

Labo Abazopheleliswa Kumele Bacwengwe

Uma ukholwa kuNkulunkulu, kumele ulalele uNkulunkulu, wenze iqiniso futhi ufeze yonke imsebenzi yakho. Ngaphezu kwalokho, kumele uziqonde izinto okufanele udlule kuzo.

9.4.19

Isahluko 5

Izintaba nemifula kulokhu kuguquka, imifudlana igeleza iya phambili, futhi impilo yomuntu imfushane kunomhlaba nesibhakabhaka. NguNkulunkulu uSomandla kuphela ongukuphila kwaphakade okuvukile, ezizukulwaneni kuphila phakade! Zonke izinto nezigameko zisezandleni Zakhe, uSathane ungaphansi kwezinyawo Zakhe.

8.4.19

Isahluko 6

UNkulunkulu uSomandla, iNhloko yezinto zonke, uphethe amandla Akhe obukhosi asuka esihlalweni Sakhe sobukhosi. Ubusa phezu kwezulu nomhlaba nezinto zonke futhi uyasiqondisa emhlabeni wonke.

5.4.19

Isahluko 9

Ngifuna ukukukhumbuza ukuthi awukwazi ukungacacelwa nakancane ngezwi Lami futhi noma yikuphi ukungacopheleli akwamukeleki. Kufanele ulinake futhi ulilalele uphinde wenze izinto ngokuhambisana nezinhloso zami.

4.4.19

Isahluko 10

Akufanele wesabe lokhu nalokhuya. Kungakhathaleki ukuthi bungaki ubunzima nezingozi obhekene nakho, uyohlala uqinile phambi Kwami; ungavinjwa yilutho, ukuze intando Yami yenziwe. Lokhu kuyoba ngumsebenzi wakho, uma kungenjalo uyobhekana nolaka Lwami futhi isandla Sami siyo…, futhi uyozwa ukuhlupheka kwengqondo okungapheli.

13.3.19

Isahluko 30

Phaphamani, bafowethu! Phaphamani, bodadewethu! Usuku Lwami ngeke lubambezeleke; isikhathi siwukuphila, futhi ukubamba isikhathi ukusindisa ukuphila! Isikhathi asikude kakhulu!

4.3.19

Isahluko 37

Ngempela nintula ukholo ebukhoneni Bami futhi nihlala nethembela kinina ukwenza izinto. “Anikwazi kwenza lutho ngaphandle Kwami!” Kodwa nina bantu abakhohlakele nihlala nifaka amazwi Ami endlebeni eyodwa futhi niwakhiphe ngenye.

27.2.19

Isahluko 41

Mayelana nezinkinga ezivela ebandleni, ungagcwali ukukhononda okuningi. Lapho ibandla lakhiwa awagwemeki amaphutha, kodwa ungethuki lapho ubhekene nezinkinga, zotha uziqoqe.

20.2.19

Isahluko 49

Ukuze kube nokusebenza ngokuhambisana, umuntu kufanele axhume ngokufanele, nokuthi abe nomdlandla nokucaca. Ngaphezu kwalokho, kufanele abe nomfutho, amandla, futhi achichime ukuzethemba, ukuze abanye bahlinzekwe futhi basuthe.

6.2.19

Isahluko 60

Akuyona into elula ukuthi impilo ikhule; kudinga inqubo, futhi ngaphezu kwalokho, ukuba nikwazi ukukhokha inani futhi nibambisane Nami ngokuzwana, bese ngalokho namukela ukuncoma Kwami.

17.1.19

Isahluko 78

Ngishilo ngaphambili ukuthi umsebenzi wenziwa Yimi, hhayi umuntu. Kimi, konke kukhululekile futhi kuyajabulisa, kodwa kini izinto zehluke kakhulu futhi noma yini eniyenzayo ilukhuni ngokwedlulele.

9.1.19

Isahluko 85

Ngisebenzisa abantu abehlukene ukuze ngifeze intando Yami: Iziqalekiso Zami ziyafezeka kulabo engibasolayo futhi izibusiso Zami ziyafezeka kulabo engibathandayo.

28.12.18

Isahluko 98

Zonke izinto zizonehlela nonke, futhi zizonivumela ukuthi nazi okwengeziwe Ngami nokuthi niqiniseke ngokwengeziwe Ngami.

6.12.18

91. Ubusha Obungenakho Ukuzisola





















UXiaowen    Edolobheni LaseChongqing 

Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela.