IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

14.12.19

Indaba yesi . Intabakazi, Umfudlana Omncane, Umoya Onamandla, kanye neGagasi Elikhulukazi

Kwakukhona umfudlana omncane ozombeleza uye uphinde ubuye, ekugcineni ufinyelele ekuqaleni kwentabakazi. Intaba yayivimbe indledlana yomfudlana omncane, ngakho-ke umfudlana wabuza intaba ngezwi lawo elintekenteke, elincane, “Ngicela ungidlulise, ume endleleni yami kanti futhi uvimbe indlela yami yokuya phambili.” Intaba yabe isibuza, “Uyaphi?” Lapho umfudlana waphendula ngokuthi, “Ngifuna ikhaya lami.”

10.8.19

III.INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

(UGenesise 3:20-21) Futhi u-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva; ngokuba wayengunina wabo bonke abaphilayo. INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

19.7.19

Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu

yazi uNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu,uthando lukaNkulunkulu,






















Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami.

16.7.19

Ngosuku Lwesihlanu, Ukuphila Okuyizimo Eziningi Nezahlukehlukene Kuveza Igunya LoMdali Ngezindlela Ezehlukene

UmBhalo uthi, “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo, kanye nezinyoni ezizondiza phezu komhlaba emkhathini wezulu. UNkulunkulu wase edala imikhomo emikhulu, nazo zonke izilwane eziphilayo ezihambayo, ezavezwa amanzi ngokugcwala kwazo, ngokwezinhlobo zazo, nezinyoni zonke ezinamaphiko ngohlobo lwazo: futhi uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle” (Gen. 1:20-21).

20.5.19

Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe
























Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu? Manje nonke seniyazi ukuthi ukukholwa komuntu kuNkulunkulu akwenzelwa ukusindiswa komphefumulo kuphela kanye nokunakekelwa kwenyama, noma ukuthi anothise impilo yakhe ngothando lukaNkulunkulu, njalo njalo.

4.5.19

Isahluko 35























Ngiqalile ukwenza umsebenzi Wami kubantu, ngokubavumela ukuthi bahlale emfuleni owodwa Nami. Ngizowuqeda ngisenabo umsebenzi Wami, ngoba bayilokho engikulawulayo ohlelweni lonke lokuphatha Kwami—futhi kuyisifiso Sami ukuthi babe ngongqo-shishilizi ezintweni zonke.

30.4.19

Isahluko 13

Okufihlakele kokushiwo yizwi Lami yizinhloso Zami eziningi. Kodwa abantu abazi futhi abaqondi lutho kulokhu, bayaqhubeka nokuthola amazwi Ami ngaphandle bese bewalandela bengaphandle, ngaphandle kokuthi bakwazi ukubona inhliziyo Yami noma bazizwele intando Yami esemazwini Ami.

29.4.19

Isahluko 12

Uma unyazi lushaya luqhamuka ngaseMpumalanga—okuyisona sikhathi futhi engiqala ngaso ukukhuluma—ngalo mzuzu unyazi luyeza, kukhanye izulu nomhlaba, bese ziyaqala ziguquke nezinkanyezi.

22.12.18

Isahluko 106

Labo abangawazi amazwi Ami, labo abangabazi ubuntu Bami obejwayelekile, nalabo abedelela ubunkulunkulu Bami bayobhujiswa bashabalale.

19.11.18

South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)




South African Gospel Music 2018  "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)

Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.… Sivelaphi ngempela isintu, futhi sizoya kuphi ngempela? Ngubani owalawula isiqalo somuntu, futhi ngubani oyalela ikusasa lakhe? Namuhla, konke kuzokwambulwa …

11.11.18

South African Gospel Music 2018 "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"




South African Gospel Music 2018 "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"

I
Umsebenzi kaNkulunkulu esenyameni awumangalisi, futhi awumboziwe yimfihlakalo.
Ungokoqobo futhi uyiqiniso, njengokuthi okukodwa nokukodwa kuba okubili;
awucashile futhi akunabuqili.
Konke abantu abakubonayo kuyiqiniso,
linjalo neqiniso nolwazi abalutholayo.

13.10.18

43. Siyini isizathu esenza inkolo yomphakathi imelane ngokuxhamazela futhi izame ukulahla umsebenzi kaNkulunkulu omusha enkathini ngayinye? Uyini umsuka?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Isizathu sokuthi umuntu amelane noNkulunkulu siqhamuka, ngasohlangothini olulodwa, esimweni somuntu esonakele, futhi ngakolunye uhlangothi, ekungabini nolwazi ngoNkulunkulu nokweswela ukuqonda imigomo yomsebenzi kaNkulunkulu kanye nentando yakhe ngabantu.

12.10.18

41. Kungani uNkulunkulu enza umsebenzi omusha enkathini ngayinye? Kungenxa yaziphi izizathu ngempela ukuba nenkathi entsha?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.

19.2.18

Ekupheleni

Nakuba lawa mazwi kungewona wonke kaNkulunkulu, anele kubantu ukuzuza izinjongo zokwazi uNkulunkulu kanye noguquko esimilweni.

8.2.18

Umsebenzi Nokungena (1)

Kusukela ngesikhathi abantu abaqala ngaso ukunyathela emgudwini ofanele wokuphila, kunezinto eziningi ezingakacaci.

24.12.17

Bonke Abangamazi UNkulunkulu Bayilabo Abaphikisana NoNkulunkulu

ukulunga kukaNkulunkulu,yazi uNkulunkulu,


















Ukuze kuqondwe inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu, umphumela okufanele umuntu afinyelele kuwo, kanye nentando kaNkulunkulu ngomuntu, yilokhu okufanele wonke umuntu olandela uNkulunkulu afinyelele kukho.

21.11.17

Indlela Yokwazi UNkulunkulu Osemhlabeni

yazi uNkulunkulu


















Nonke niyakujabulela ukuthola umvuzo phambi kukaNkulunkulu nokuba ababekelwe umusa Wakhe emehlwenu Akhe. Lokhu kuyisifiso sawo wonke umuntu emuva kokuqala ukukholwa kuNkulunkulu, ngokuba umuntu ulwela izinto eziphezulu ngenhliziyo yakhe yonke futhi akekho ofisa ukuba semuva kwabanye.

20.11.17

Izinto UPetru Abhekana Nazo: Ulwazi Lwakhe Ngokusolwa Nangokwahlulelwa

ukwahlulela,UPetru,yazi uNkulunkulu,






















Ngesikhathi uPetru esolwa uNkulunkulu, wathandaza, “O Nkulunkulu! Inyama yami ayilaleli futhi ungisolile wangahlulela. Ngiyajabula ngokusolwa nokwahlulelwa Nguwe, ngisho noma ungangidingi, ubungcwele bakho kanye nezindlela zakho zokulunga ngiyakubona ekwahluleleni Kwakho.

3.11.17

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

yazi uNkulunkulu,UPetru,uJesu,


















Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.