IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UPetru. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UPetru. Bonisa konke okuthunyelwe

14.9.18

8. Kwangicacela Ukuthi Bengilokhu Ngihamba Indlela Yabafarisi

UWuxin    Wasedolobheni laseTaiyuan, esiFundazweni saseShanxi 

Into esasilokhu siyixoxa ekuhlanganyeleni kwangaphambilini yizindlela ezahanjwa nguPetru noPawulu. Kuthiwa uPetru wayenake ukuzazi yena noNkulunkulu, futhi wayengumuntu uNkulunkulu ayethokoza ngaye, ngenkathi uPawulu yena wayenaka umsebenzi wakhe kuphela, isithunzi sakhe nokuhlonishwa kwakhe emphakathini, futhi-ke wayengumuntu uNkulunkulu ayemnyanya.

14.8.18

Isahluko 8

Uma izambulo Zami sezifinyelela esicongweni, nalapho ukwahlulela Kwami kuya ngasemaphethelweni, kuzoba khona isikhathi lapho abantu Bami bonke beyokwambulwa futhi bagcwaliswe.

10.8.18

Impumelelo Noma Ukwehluleka Kuncike Endleleni Umuntu Ayihambayo

Abantu abaningi bakholwa kuNkulunkulu ngenxa yekusasa labo, noma ngenxa yenjabulo yesikhashana. Kulabo abangakaze babhekane nalutho, inhloso yokukholwa kuNkulunkulu ukungena ezulwini, ukuze bathole imiklomelo.

28.7.18

Isahluko 6

Ezindabeni eziphathelene nezomoya, kumele nibe nozwelo ngempela; emazwini Ami kumele nilalelisise ngempela.

19.7.18

Isahluko 8

Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso likaMoya, iphimbo Lakhe liqondiswa kuso sonke isintu. Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso lomuntu, iphimbo Lakhe liqondiswa kubo bonke abalandela ubuholi boMoya Wakhe.

21.12.17

Izwi LamaShumi AmaThathu Nane
















                             Ngake ngamema umuntu ukuthi azovakasha endlini yaMi, kodwa wayelokhu eshona le nale ngoba ngilokhu ngimshayela ucingo – kungathi, esikhundleni sokummema njengesivakashi, ngangimbizele ukuzombulala.

11.12.17

Mayelana Nokuphila KukaPetru















                  UPetru umuntu oyisibonelo uNkulunkulu amethula esintwini, futhi ungumuntu owaziwayo. Kungani umuntu ophansi kanjalo uNkulunkulu ambeka njengesibonelo, futhi wadunyiswa yizizukulwane ezizayo?

6.12.17

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesithupha

Abantu bayadideka ngamazwi kaNkulunkulu lapho bebona ukuthi uNkulunkulu usenze isenzo esikhulukazi emkhakheni womoya, into umuntu angenakuyenza, engenziwa kuphela nguNkulunkulu uqobo. Ngalesi sizathu, uNkulunkulu uyaphinda futhi ukhipha amazwi okubezwela abantu.

24.11.17

Indlela Okufanele Uhambe Ngayo Isigaba Sokugcina Sendlela
















                      Manje senisesigabeni sokugcina sale ndlela, futhi yisigaba esibucayi sayo. Kungenze uye wakhuthazelela ukuhlupheka okuthile, wenza umsebenzi omningana, wahamba emigwaqweni eminingi, futhi walalela izintshumayelo eziningi, futhi akuzange kube lula ukufika lapha.

20.11.17

Izinto UPetru Abhekana Nazo: Ulwazi Lwakhe Ngokusolwa Nangokwahlulelwa

ukwahlulela,UPetru,yazi uNkulunkulu,






















Ngesikhathi uPetru esolwa uNkulunkulu, wathandaza, “O Nkulunkulu! Inyama yami ayilaleli futhi ungisolile wangahlulela. Ngiyajabula ngokusolwa nokwahlulelwa Nguwe, ngisho noma ungangidingi, ubungcwele bakho kanye nezindlela zakho zokulunga ngiyakubona ekwahluleleni Kwakho.

13.11.17

Kushoni Ukuba Umuntu Woqobo

Ukuphatha umuntu umsebenzi Wami, nokumenza ukuba anqontshwe Yimi kwakumiswe endulo ngenkathi ngidala umhlaba. Abantu abazi ukuthi ngizobanqoba ngokuphelele ezinsukwini zokugcina, futhi abakaqapheli ukuthi ubufakazi Bami bokunqoba uSathane ukunqoba labo bantu abangalaleli.

3.11.17

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

yazi uNkulunkulu,UPetru,uJesu,


















Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.