( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
14.5.19
Izahluko 22 no-23
Namuhla, bonke bafuna ukuqonda intando kaNkulunkulu kanye nokwazi isimo sikaNkulunkulu, kodwa akakho owazi isizathu sokuthi kungani bengakwazi ukulandela izifiso zabo, abazi ukuthi kungani izinhliziyo zabo njalo zibakhaphela, nokuthi kungani bengakwazi ukufeza lokho abakufunayo.
2.5.19
Isahluko 22
Umuntu uphila phakathi kokukhanya, kodwa akabuboni ubugugu bokukhanya. Akasinaki isimo sokukhanya, nesomthombo wokukhanya, futhi ngaphezu kwalokho, kulowo okungokwakhe.
26.1.19
Isahluko 72
Kufanele wethembele Kimi ukuthi ngisuse noma yikuphi ukusilela noma ubuthakathaka ngokushesha lapho ukuthola. Ungalibali; kungenjalo umsebenzi woMoya oNgcwele uyoba kude kakhulu nawe, futhi uyosilela emuva kakhulu.
4.1.19
Isahluko 88
Abantu abakwazi nhlobo ukucabanga izinga isivinini Sami esisheshe ngalo: Kuyisimangaliso esenzekile esingaqondakali kumuntu. Kusuka ekudalweni komhlaba, isivinini Sami silokhu siqhubekele phambili futhi umsebenzi Wami awukaze ume.
2.1.19
Isahluko 90
Bonke labo abayizimpumputhe kufanele basuke Kimi futhi bangahlali ngisho umzuzu, ngoba labo engibafunayo yilabo abangaziyo, abangibonayo nabazuza zonke izinto ngempela Kimi.
30.12.18
Isahluko 95
Abantu bacabanga ukuthi konke kulula ngokwedlulele, lapho empeleni lokhu kungenjalo. Phakathi kwakho konke kuqukethwe izimfihlakalo ezifihliwe, kanye nokuhlakanipha Kwami namalungiselelo Ami.
29.12.18
Isahluko 96
Ngizosola wonke umuntu ozalwa Yimi ongakangazi ukuze ngikhombise lonke ulaka Lwami, ngikhombise amandla Ami amakhulu, futhi ngikhombise ukuhlakanipha Kwami okugcwele.
27.12.18
Isahluko 101
Ngeke ngibe nozwelo kunoma ngubani ophazamisa ukuphatha Kwami noma ofuna ukona izinhlelo Zami. Wonke umuntu kufanele aqonde lokho engikuqondile ngamazwi engiwashoyo futhi kufanele acacelwe yilokhu engikhuluma ngakho.
21.12.18
Isahluko 108
Ngaphakathi Kimi, bonke bangathola ukuphumula futhi bonke bangakhululwa. Labo abangaphandle Kwami abakwazi ukuthola inkululeko nenjabulo ngoba uMoya Wami awukho kulaba bantu.
14.12.18
Isahluko 115
Inhliziyo Yami iyokujabulela kakhulu, ngiyokudansela ngenjabulo, futhi ngiyokunika izibusiso ezingapheli, ngoba ngaphambi kokudala wavela Kimi, futhi namuhla kufanele ubuyele eceleni Kwami, ngoba awuyena owomhlaba noma owezwe kodwa, kunalokho, ungoWami.
3.12.18
South African Gospel Music 2018 "Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu"
South African Gospel Music 2018 "Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu"
Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu adala ngayo umhlaba? Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu ahole ngayo isintu isinyathelo ngesinyathelo kwaze kwaba namuhla? Lesi siqephu esimangalisayo esivela kubhayisikobho yobuKristu ethi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, siloba ngomsebenzi kaNkulunkulu wokudala umhlaba, nokuhola nokuhlenga isintu. Sizokwambulela lezi zimpendulo.
3.11.18
Kumele Wazi Ukuthi Bonke Abantu Bathuthuke Kanjani Kuze Kufike Esikhathini Samanje
Wonke umsebenzi kule minyaka eyizi-6,000 uye ngokushintsha kancane kancane ngokuhambisana nesikhathi. Ushintsho kulo msebenzi lwenzeke ngokuhambisana nesimo somhlaba wonke.
12.10.18
41. Kungani uNkulunkulu enza umsebenzi omusha enkathini ngayinye? Kungenxa yaziphi izizathu ngempela ukuba nenkathi entsha?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.
15.2.18
Umsebenzi Nokungena (6)
Umsebenzi nokungena kuyizinto ezizuzwa ngokoqobo futhi eziqondiswe emsebenzini kaNkulunkulu nasekungeneni komuntu.
19.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nesithupha
Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku.
8.1.18
Imfihlakalo Yokuba Senyameni (3)
Lapho uNkulunkulu enza umsebenzi Wakhe, akezeli ukuzokwenza izakhiwo noma izinhlangano; uzela ukuzogcwalisa inkonzo Yakhe.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)