IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe

30.3.18

Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.

26.2.18

Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani

Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.
Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.
Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.
Ngibanjwe ubuhle bukaNkulunkulu, inhliziyo yami inamathele Kuye.

21.2.18

Impilo Yethu Ayilona Ize

Impilo yethu ayilona izeImpilo yethu ayilona ize.
I
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!