IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhulekela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhulekela. Bonisa konke okuthunyelwe

29.12.19

South African Gospel Choir Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)

South African Gospel Choir Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs) 

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

9.10.19

South African Gospel Song | “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe

6.10.19

Okuphawulwa uNkulunkulu ngoJobe nokuseBhayibhelini

(UJobe 1:1) Kwakukhona umuntu ezweni lase-Uze, ogama lakhe kwakunguJobe; futhi loyo muntu wayengenasici futhi elungile, nowayemesaba uNkulunkulu, futhi egwema ububi.

15.6.19

South African Gospel Choir Music "Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior

Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula.

28.4.19

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele X

2. Izidingo ZikaNkulunkulu Esintwini

1) Ubunjalo Kanye Nesimo SikaNkulunkulu Uqobo Lwakhe

Sesifike ekugcineni kwesihloko esithi “UNkulunkulu Uwumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto,” nesithi “UNkulunkulu Uqobo unguNkulunkulu Ohlukile.” Ngoba sesikwenzile lokho, sekudingeka senze isifinyezo.

1.3.19

South African Gospel Choir Music "Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior

Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi.

19.12.18

Zulu Christian Song “Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu” Christian Dance

Zulu Christian Song “Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu” Christian Dance

I
Ayi … izingoma ziningi nemidanso iyajabulisa;
umkhathi nezingxenye ezikude zomhlaba kuba ulwandle olumangazayo.
Ayi … izulu lisha nomhlaba musha.
Ubukhulu bomkhathi womhlaba ugcwele ukudumisa; siyamemeza futhi sigxumagxume ngenjabulo.

10.12.18

South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga”

South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” 

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

15.11.18

63. Ukulahla Ijoka LikaSathane Kuyakhulula

UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

14.7.18

Ukubona Ngokucacile Ubunjalo Bami

                       UXiaoxiao  Edolobheni laseXuzhou, Esifundazweni iJiangsu 

  Ngenxa yezidingo zomsebenzi webandla, ngasuswa ngayiswa kwenye indawo ukuphelelisa umsebenzi wami. Ngaleso sikhathi, umsebenzi wevangeli kuleyo ndawo wawusezingeni eliphansi, nesimo sabafowethu nodadewethu sasingalungile neze. Kodwa ngenxa yokuthi ngathintwa uMoya oNgcwele, ngathatha yonke into engathwesa yona ngokuzethemba okukhulu.

12.7.18

Africa gospel A Cappella "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God

Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu

Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.
Akakude noma akazifihlile Yena phezulu emafini.

29.1.18

Ukububula KukaMninimandla Onke

      Kunemfihlo enkulukazi enhliziyweni yakho. Awazi ukuthi ikhona ngoba kade uphila ezweni elingenakho ukukhanya. Inhliziyo nomoya wakho kuthathwe ngomubi. Amehlo akho agutshuzelwe ubumnyama; awuliboni ilanga esibhakabhakeni, noma inkanyezi ekhazimulayo ebusuku.

1.12.17

Bantu! Jabulani!

Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona. Uma inkazimulo yaMi ikhanya, zonke izizwe ziyakhanya, konke kulethwa ekukhanyeni, akusali nokukodwa ebumnyameni.