IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

25.8.19

UNkulunkulu Uyalela U-Abrahama Ukuba Anikele Ngo-Isaka

Ngokunika u-Abrahama indodana, amazwi uNkulunkulu ayewakhulume ku-Abrahama agcwaliseka. Lokho akusho ukuthi icebo likaNkulunkulu laphelela lapha; ngokuphambene, icebo elimangalisayo likaNkulunkulu lokuqondisa nensindiso yesintu kwakusanda kuqala, futhi isibusiso Sakhe sendodana asinika u-Abrahama sasiyisiqalo sawo wonke umsebenzi Wakhe wecebo lokuqondisa.

13.8.19

UNkulunkulu Uhlose Ukubhubhisa Izwe NgoZamcolo, Uyala UNowa Ukuba Akhe Umkhumbi

(UGenesise 6:9-14) Lezi izizukulwane zikaNowa: UNowa wayengumuntu olungile nongasoleki esizukulwaneni sakhe, futhi uNowa wayehamba noNkulunkulu. Futhi uNowa wazala amadodana amathathu, uShemi, uHamu noJafete.

24.3.19

Isahluko 20

Umsebenzi woMoya oNgcwele uqhubekela phambili, uningenisa endaweni entsha ngokuphelele, okungukuthi ubunjalo bokuphila bombuso bubonakele phambi kwenu.

23.3.19

Isahluko 21

Umsebenzi woMoya oNgcwele usuningenise ezulwini nasemhlabeni omusha. Konke kwenziwa kube kusha, konke kusezandleni Zami, konke kuqala kabusha!

30.1.19

Isahluko 69

Lapho intando Yami iya phambili, noma ngubani olokotha amelane nayo futhi noma ngubani olokotha ahlulele noma angabaze, ngiyomxosha ngokushesha. Namuhla, noma ngubani ongenzi ngokwentando Yami, noma lowo obona intando Yami ngokungeyikho, kufanele alahlwe futhi asuswe embusweni Wami.

8.12.18

South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"




South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"

I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

20.11.18

68. Kubaluleke Kakhulu Ukulalela Umsebenzi KaMoya ONgcwele!

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

















UXiaowei Edolobheni laseShanghai 

Esikhathi esithile esadlula, yize noma njalo ngangithola intshisekelo kanye nomhlomulo lapho udade engangisebenza naye abelana nami ukukhanyiseleka akutholile ngenkathi edla futhi ephuza izwi likaNkulunkulu, ngangiphinde futhi njalo ngibe nomuzwa wokuthi uyabukisa.

13.5.18

Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu



















Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo. Unjalo umsebenzi uNkulunkulu aphelelisa ngawo umuntu.

31.1.18

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

ukulalela uNkulunkulu,Ubufakazi,






















Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. Umuntu akakhuleli ezweni leqiniso noma endaweni engcwele, futhi ngaphezu kwalokho akaphili ekukhanyeni.

4.1.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nesithupha

   Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu.