IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lwangempela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lwangempela. Bonisa konke okuthunyelwe

26.11.18

75. Ekugcineni Sengithokozela Impilo Kancane Njengomuntu

UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan 

Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu athi: “Isintu esinonya nesihluku! Ubuqili nokusongelana, ukududulana, ukugijimela udumo nokuceba, ukubulalana—kuzophela nini? UNkulunkulu ukhulume amazwi angamakhulu ezinkulungwane, nokho akekho noyedwa oqondayo.

19.11.18

67. Isipho Esihle Kakhulu UNkulunkulu Angiphe Sona


















UYixin    Edolobheni LaseShijiazhuang,  Esifundazweni SaseHebei

Ngaphambili, ngangivame ukuzwa abafowethu nodadewethu bethi, “Konke uNkulunkulu akwenzayo okuhle kakhulu; yikho konke abantu abakudingayo.” Ngakwamukela lokhu futhi ngavumelana nakho, kodwa ngangingenakho noma yikuphi ukuqonda ngokuhlangenwe nakho kwami. Kamuva ngazuza ukuqonda ngakho ngesimo uNkulunkulu angenzela sona.

8.11.18

51. Ngabona Insindiso KaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla
















      UCheng Hao    Edolobheni LaseYongzhou, Esifundazweni SaseHunan

Ngomusa kaNkulunkulu, umkami kanye nami sakhushulelwa esikhundleni sokuba ngabesibili eqenjini levangeli ukuze senze imisebenzi yethu.

20.9.18

Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu








Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu

I
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu,
ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe,
ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni;
usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.

13.9.18

Uthando LukaNkulunkulu Lwalunami Ejele Elimnyama LikaDeveli

                                  UYang Yi, Esifundazweni saseJiangsu 

NgingumKristu weBandla likaNkulunkulu uSomandla. Sengibe umlandeli kaNkulunkulu uSomandla iminyaka engaphezu kweyishumi. Phakathi nalesi sikhathi, into eyodwa engingakaze ngiyikhohlwe usizi olwesabekayo lapho ngiboshwa amaphoyisa e-CCP eminyakeni eyishumi edlule.

31.8.18

South African Gospel Song “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”




South African Gospel Song “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”

uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana
futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku.
Ingqikithi nesimo Sakhe kuvezwa engxoxweni Yakhe nomuntu;
imicabango nemiqondo Yakhe ivezwa ngokuphelele ezenzweni Zakhe;
uphelekezela futhi abuke isintu ngazo zonke izikhathi.

27.7.18

Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu




2018 South Africa best Gospel  Music Video “Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu”

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.

25.7.18

Izwa Uthando Lweqiniso lukaNkulunkulu “Ingoma Yothando Olumnandi” South African Gospel Music



Izwa Uthando Lweqiniso lukaNkulunkulu “Ingoma Yothando Olumnandi” South African Gospel Music

I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.
Uthando lwaKho luqondisa inhliziyo yami; ngilandela izinyathelo zaKho zothando.

24.7.18

Yini ukuhlwithwa kwangempela?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Phakathi kwamabili kwezwakala izwi elikhulu, Bheka, kuza umkhwenyana; phumani niyomhlangabeza” (Mathewu 25:6).

8.7.18

1. Kungani isintu kufanele sikholwe kuNkulunkulu?


Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:


  UNkulunkulu wadala zonke izinto, ngakho wenza yonke indalo ibe ngaphansi kombuso Wakhe, izithobe kuwo; uyolawula zonke izinto, ukuze konke kube sezandleni Zakhe. Yonke indalo kaNkulunkulu, kuhlanganise nezilwane, izitshalo, abantu, izintaba, imifula, kanye namachibi—konke kufanele kube ngaphansi kokubusa Kwakhe.

3.7.18

Izwi Lamashumi Amathathu Nesithupha

  Konke kuhlelwa yisandla Sami. Ngubani onesibindi sokwenza njengokuthanda kwakhe? Ngubani ongakuguqula kalula? Abantu bazintantela emoyeni, behamba nothuli njengokuhamba kwalo, ubuso babo bungcolile, bubenza babe babi kusukela ekhanda kuya ozwaneni.

19.5.18

2018 South Africa Best Gospel Music Video “Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu”




2018 South Africa Best Gospel Music Video “Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu”

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo.

23.2.18

Yonke Indlela Kanye Nawe

I
Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.
Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.
Kodwa ngisehluleka ukwazisa umusa Wakho.
Ngihlubuka njalo, ndlela thize ngikulimaza inhliziyo.

14.12.17

Zulu Christian Gospel Songs - "Kulowo Abantu Okumele Bamphilele" | Thola Incazelo Yokuphila





Zulu Christian Gospel Songs - "Kulowo Abantu Okumele Bamphilele" | Thola Incazelo Yokuphila


I
Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani. Manje sengiyitholile impendulo.Bengijwayele ukuziphilela mina, ngifuna kuphela isithunzi nodumo.
Ukuthandaza kuNkulunkulu kugcwalise amazwi amahle, kuyilapho ngibambelele endleleni yami yokuphila yangempela.

9.12.17

Uthando Lwangempela lukaNkulunkulu Luyazenzakalela

Bonke abantu bake balungiswa ngenxa yamazwi kaNkulunkulu. Uma kwakungazange kwenzeke ukuba uNkulunkulu abe sesimweni somuntu ngokuqinisekile isintu ngabe asibusiswanga ukuba sihlupheke ngaleyo ndlela.