UDujuan eJapan
Ngazalelwa emndenini ompofu emzini wasemakhaya. Kusukela ngiseyingane, ngangiphila impilo enzima futhi ngangibukelwa phansi abanye abantu. Ngesinye isikhathi ngangingazi nokuthi ngangizoba naso yini isidlo esilandelayo, angisayiphathi-ke indaba yezidlo zokubamba umoya kanye namathoyizi.
( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
5.9.18
1. Yazi inhloso yezigaba ezintathu zomsebenzi wokungamela kukaNkulunkulu isintu
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.
23.8.18
3. Yikumaphi amaphuzu lapho Amandla nokuhlakanipha kukaNkulunkulu kwambulwa khona?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Amazwi kaNkulunkulu ayigunya, amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, futhi ngaphambi kokuthi aphume emlonyeni Wakhe, okungukuthi, uma ethatha isinqumo sokwenza okuthile, leyo nto seyifezekile.
Amazwi kaNkulunkulu ayigunya, amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, futhi ngaphambi kokuthi aphume emlonyeni Wakhe, okungukuthi, uma ethatha isinqumo sokwenza okuthile, leyo nto seyifezekile.
26.7.18
South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristu
South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristu
UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu
UNkulunkulu uthule, futhi akaze abonakale kithi,
nokho umsebenzi Wakhe awukaze ume.
4.5.18
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuhlola Umhlaba Kanye Nezulu
Esibhakabhakeni esibanzi esigcwele izinkanyezi, imihlaba iyangqubuzana, nochungechunge lwezigameko eziningi luzala imihlaba emisha…. Inqwaba yezinto zasezulwini ezisemkhathini zonke zisebenza ngokuzwana – ziqondiswa ngubani?
13.12.17
South African Gospel Music| Ukugiya kwesi Latin “Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu” - Indumiso Egcwele
South African Gospel Music| Ukugiya kwesi Latin “Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu” - Indumiso Egcwele
I
Umsebenzi kaNkulunkulu omkhulu ushintsha ngokushesha okukhulu, kunzima ukuwuqonda, uyabathonya abantu.
Bheka eduze kwakho, akusafani nasekuqaleni, yonke into yinhle futhi yintsha.
12.12.17
Isahluko 3
8.12.17
Ukuhunyushwa Kwezwi Lokuqala
Njengokuba asho uNkulunkulu ukuthi, “Akakho ongaqonda umnyombo wamazwi Ami, noma ukuyiqonda injongo yawo.” Ukube bekungekhona ukuqondiswa uMoya kaNkulunkulu, ukube bekungekhona ukufika kwamazwi Akhe, bonke bebezoshabalala ngaphansi kwesahlulelo Swakhe.
5.12.17
Ukubhekana Nezilingo Ezibuhlungu Kuphela Okungakwenza Wazi Ubuhle BukaNkulunkulu
Ngempela ngempela umthanda kangakanani uNkulunkulu namhlanje? Futhi kungakanani konke okwaziyo uNkulunkulu akwenzile kuwe? Lezi yizinto okufanele uzifunde.
1.12.17
Izwi Lesithathu
Njengoba nibizwa ngabantu Bami nje, izinto azisenjengoba zazinjalo; kumele nilalele futhi nihloniphe izinto ezishiwo uMoya Wami, nilandele eduze umsebenzi Wami, ningehlukanise uMoya Wami nenyama Yami, ngoba Simunye ngokwendalo, kasehlukene neze.
27.11.17
Ukuthuthukisa Izinga Ngokokuthola Insindiso kaNkulunkulu
Ukuthuthukisa izinga labantu kudinga ukuba nithuthukise amakhono enu okwamukela. Isidingo esiyisisekelo kinina ukuba namukele ngokucacile amazwi akhulunywe kinina.
2.11.17
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizie VII
(I) Uhlolojikelele Lwegunya likaNkulunkulu, Isimo Esilungile sikaNkulunkulu, kanye noBungcwele bukaNkulunkulu
Uma seniyiqedile imikhuleko yenu, ingabe izinhliziyo zenu zinakho ukuzola phambi kukaNkulunkulu? (Yebo). Uma ngabeinhliziyo yomuntu ingazoliswa, bangakwazi ukuzwa nokuqonda izwi likaNkulunkulu futhi bangakwazi ukuzwa nokuqonda iqiniso.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)