IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

29.12.19

South African Gospel Choir Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)




South African Gospel Choir Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs) 


Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

26.12.19

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Ukukhanya

 Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Ukukhanya






















Into yesine ehlobene namehlo abantu—ukukhanya. Lokhu kubalulekile. Uma ubona ukukhanya okuxhophayo, bese ukuxhopha kwalokhu kukhanya kufika ezingeni elithile, amehlo akho ngeke abone. Vele, amehlo abantu amehlo enyama. Awakavikeleki ekulimaleni. Ingabe ukhona ongagqolozela ilanga? (Cha.) Ingabe ukhona oke wazama? Abanye abantu bake bazama.

23.12.19

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Umsindo

Into yesithathu umsindo. Lokhu okunye okufanele ukuthi indawo ejwayelekile ehlala abantu ibe nakho. Umsindo waba khona ngenkathi uNkulunkulu edala zonke izinto. UNkulunkulu wawenza kahle kakhulu ngaleso sikhathi. Lokhu yinto ebaluleke kakhulu kuNkulunkulu nasekuphileni kwabantu futhi.

20.12.19

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Amazinga okushisa nokubanda

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Amazinga okushisa nokubanda





























Into yesibili amazinga okushisa nokubanda. Wonke umuntu uyazi ukuthi ayini amazinga okushisa nokubanda. Amazinga okushisa nokubanda yinto leyo indawo efanele ukuphila abantu okumele ibe nayo. Uma amazinga okushisa ephezulu kakhulu, ake sithi uma amazinga okushisa engaphezulu kwama-degrees Celsius angama-40, lokho kusho ukuthi kuzoba kubi kakhulu ngabantu ukuphila lapho.

17.12.19

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Umoya

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Umoya


























Okokuqala, uNkulunkulu wadala umoya ukuze abantu baphefumule. Akuwona yini lo “moya” umoya wokuphila kwansuku zonke lowo abantu abahlala njalo benawo? Ingabe lo moya awuyona into abantu abathembele kuyo sonke isikhathi, ngisho noma belele? Umoya lowo uNkulunkulu awudalile ubaluleke kakhulu esintwini: Uyingxenye ebalulekile yawo wonke umphefumulo wabo nasekuphileni ngokwakho.

14.12.19

Indaba yesi . Intabakazi, Umfudlana Omncane, Umoya Onamandla, kanye neGagasi Elikhulukazi

Kwakukhona umfudlana omncane ozombeleza uye uphinde ubuye, ekugcineni ufinyelele ekuqaleni kwentabakazi. Intaba yayivimbe indledlana yomfudlana omncane, ngakho-ke umfudlana wabuza intaba ngezwi lawo elintekenteke, elincane, “Ngicela ungidlulise, ume endleleni yami kanti futhi uvimbe indlela yami yokuya phambili.” Intaba yabe isibuza, “Uyaphi?” Lapho umfudlana waphendula ngokuthi, “Ngifuna ikhaya lami.”

11.12.19

Indaba . Imbewu, Umhlaba, Isihlahla, Ukukhanya kwelanga, Izinyoni naBantu

Imbewu encane yawela emhlabeni. Ngemva kokuna kwemvula enkulu, imbewu yaveza ihlumela elithambile nezimpande zalo zigqitshwe kancane enhlabathini ngaphansi. Lakhula laba lide ihlumela, imimoya enamandla enonya nemvula, ngenxa yokuguquka kwezikhathi zonyaka nenyanga ikhula incipha. Ehlobo, umhlaba waletha izipho zamanzi ukuze ihlumela likwazi ukumela ukushisa okuhangulayo.

8.12.19

UJesu Udla Isinkwa Futhi Uchaza Imibhalo Emva Kokuvuka Kwakhe

(Luka 24:30-32) Kwathi ehleli nabo esidlweni, wathatha isinkwa, wathandaza wasibonga, wase esihlephula, wabanika. Futhi amehlo abo avuleka, base bemazi; wayesenyamalala kubona. Base bethi omunye komunye, Izinhliziyo zethu bezingavuthi yini phakathi kwethu, ngenkathi ekhuluma kithi endleleni, nalapho esicacisela imibhalo na?

5.12.19

Amazwi kaJesu Kubafundi Bakhe Emva Kokuvuka

(Joh 20:26-29) Emva futhi kwezinsuku eziyisishiyagalombili, abafundi bakhe babesendlini, noTomase enabo: uJesu wafika, iminyango ivaliwe, futhi wema phakathi kwabo, wabe esethi, Ukuthula makube kini. 

2.12.19

UJesu Ukhuza AbaFarisi

1.UJesu Uhlulelwa AbaFarisi

(uMarku 3:21-22) Futhi lapho abangani bakhe bezwa ngakho, baphumela ngaphandle ukuba bambambe: ngokuba bathi, uyahlanya. Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi, “unoBelzebule, futhi ukhipha amademoni ngombusi wamadimoni.

29.11.19

UJesu Wenza Izimangaliso

1) UJesu Usuthisa Izinkulungwane Eziyisihlanu

(Joh 6:8-13) Omunye wabafundi bakhe, u-Andreya, umfowabo kaSimoni Petru, wathi kuye, Kukhona insizwa lapha, enezinkwa zebhali eziyisihlanu, kanye nezinhlanzi ezincane ezimbili: kodwa ziyini lezi kwabaningi kangaka na?

23.11.19

Thethelela Kamashumi Ayisikhombisa Aphindwe Kasikhombisa Uthando LweNkosi

1.Thethelela Kamashumi Ayisikhombisa Aphindwe Kasikhombisa

(Math 18:21-22) Khona-ke kwasondela uPetru kuye, futhi wathi, Nkosi, umfowethu angone kangaki, futhi ngimthethelela na? kuze kube kasikhombisa na? UJesu wathi kuye, angisho kuwe, Kuze kube kasikhombisa: kodwa, Kuze kube kamashumi ayisikhombisa aphindwe kasikhombisa.

20.11.19

Umfanekiso Wemvu Elahlekile

(Math 18:12-14) Nicabangani? uma umuntu enezimvu eziyikhulu, bese eyodwa ilahleka, akazishiyi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye, futhi aye ezintabeni, ayofuna elahlekile na? Bese uma eyithola, ngiqinisile ngithi kini, uthokoza ngayo kakhulu kunalezi zimvu, ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ezingalahlekanga. Kanjalo akusiyo intando kaYihlo osezulwini, ukuba kubhubhe noyedwa kulaba abancane.

17.11.19

iNdodana yomuntu iyiNkosi ngisho yosuku lwesabatha

iNdodana yomuntu iyiNkosi ngisho yosuku lwesabatha


1. (Math 12:1) Ngaleso sikhathi uJesu wahamba phakathi kwamasimu ommbila ngesabatha; futhi abafundi bakhe babelambile, base beqala ukukha izikhwebu ukuze badle.

14.11.19

Inani Elaphilwa UJobe Phakathi Nesikhathi Sakhe

UJobe Ngemva Kwezilingo Zakhe

(UJobe 42:7-9) Futhi kwaba kanjalo, ngemva kokuba uJehova eskhulume lawo mazwi kuJobe, ujehova yathi ku-Elifazi umThemani, Intukuthelo yami ibaselwe wena, nabangani bakho ababili: ngokuba anikhulumanga okuhle ngami, njengoba inceku yami uJobe yenzile.

11.11.19

UJobe Ubusisa Igama LikaNkulunkulu Futhi Akacabangi Ngezibusiso Noma Inhlekelele

UJobe Ubusisa Igama LikaNkulunkulu Futhi Akacabangi Ngezibusiso Noma Inhlekelele

















UJobe Ubusisa Igama LikaNkulunkulu Futhi Akacabangi Ngezibusiso Noma Inhlekelele


Kuneqiniso okungakhulunywa ngalo emiBhalweni ngendaba kaJobe, esizogxila kulo namuhla. Nakuba uJobe ayengazange ambone uNkulunkulu noma amuzwe ngezindlebe zakhe, uNkulunkulu wayenendawo enhliziyweni kaJobe.

5.11.19

Isixwayiso Nokukhanyiselwa Ubufakazi BukaJobe Obubunika Izizukulwane Ezilandelayo

Ngesikhathi esifanayo nesokuqonda inqubo uNkulunkulu azuza ngayo abantu, abantu nabo bayoqonda izinhloso nokubaluleka kokusebenzisa uSathane ekuvivinyeni uJobe. Abantu abasaphazanyiswa uvivinyo lukaJobe, futhi banemininingwane eminingi emisha ngokubaluleka kwakho.

2.11.19