IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula igunya_likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula igunya_likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

2.12.19

UJesu Ukhuza AbaFarisi

1.UJesu Uhlulelwa AbaFarisi

(uMarku 3:21-22) Futhi lapho abangani bakhe bezwa ngakho, baphumela ngaphandle ukuba bambambe: ngokuba bathi, uyahlanya. Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi, “unoBelzebule, futhi ukhipha amademoni ngombusi wamadimoni.

29.11.19

UJesu Wenza Izimangaliso

1) UJesu Usuthisa Izinkulungwane Eziyisihlanu

(Joh 6:8-13) Omunye wabafundi bakhe, u-Andreya, umfowabo kaSimoni Petru, wathi kuye, Kukhona insizwa lapha, enezinkwa zebhali eziyisihlanu, kanye nezinhlanzi ezincane ezimbili: kodwa ziyini lezi kwabaningi kangaka na?

2.11.19

27.9.19

Isimo Esilungile soMdali Singokoqobo futhi Sicacile

Isihe nokubekezelela kukaNkulunkulu akuyona Imvelakancane—Ukuphenduka kweqiniso Komuntu kuyimvelakancane

Akukhathaliseki ukuthi uNkulunkulu wabe ebathukuthelele kangakanani abantu baseNineve, kwathi bangamemezela ukuzila futhi bembatha indwangu yamasaka nomlotha, inhliziyo Yakhe yathamba kancane kancane, futhi waqala ukushintsha inhliziyo Yakhe.

14.9.19

Ulaka LukaNkulunkulu Lungokokulonda Wonke Amandla Okulunga Kanye Nezinto Ezinhle Zonke

Ngokuqonda lezi zibonelo zenkulumo kaNkulunkulu, imicabango nezenzo, uyakwazi yini ukuqonda isimo sikaNkulunkulu esilungile, isimo esingeke sanengeka? Ekugcineni, lena ingxenye yesimo esiyingqayizivele kuNkulunkulu Uqobo Lwakhe, akukhathaliseki ukuthi umuntu uqonda kangakanani.

8.9.19

Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya

Uma sesinokuqonda nokho isimo esilungileyo sikaNkulunkulu, singabuyisa umqondo sibheke umuzi waseSodoma lokho uNkulunkulu akubona njengomuzi wesono. Ngokuqonda ingqikithi yalo muzi, singaqonda ukuthi kungani uNkulunkulu ayefuna ukuwubhubhisa nokuthi kungani wawubhubhisa wawuqeda nya. Ngalokhu, singafika ekwazini isimo sikaNkulunkulu esilungile.