IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlanza. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlanza. Bonisa konke okuthunyelwe

6.9.18

3. Emva Kokulahlekelwa Yisikhundla Sami …

UHuimin Edolobheni LaseJiaozuo, Esifundazweni SaseHenan 

Njalo lapho ngibona noma ngizwa ngomuntu osusiwe esikhundleni futhi esezizwa edangele, ebuthakathaka noma ecasukile, futhi engasafuni ukulandela, ngangiye ngimbukele phansi. Ngangicabanga ukuthi akwehlukile nje kubantu abahlukene ababenemisebenzi ehlukene ebandleni, ukuthi kwakungekho mehluko phakathi kwezinga eliphezulu noma eliphansi, ukuthi sonke sasiyizidalwa zikaNkulunkulu futhi kwakungekho lutho olwalungasenza sizizwe sidangele.

3. Ubudlelwane Phakathi Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu
















                            Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.

3.9.18

4. Ukubaluleka kokwahlulela kukaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina kungabonakala emiphumeleni efezwe ngumsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina

















              (1) Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngenxa yokuthi niligcinile izwi lokubekezela kwami, Nami ngizonigcina ngehora lokulingwa, elizofika ezweni lonke, ukubalinga labo abahlala emhlabeni. Bheka, ngiyeza masinyane: bambelela kulokho onakho, ukuze kungabi namuntu ozothatha umqhele wakho.

3.11.17

Inkulumo Emfushane “Umbuso wokuBusa Kweminyaka Eyinkulungwane Sewufikile”



Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade? Umndeni wami awunamali, ingabe kufanele ngiqale ngenze imali? … Uyini uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Ingabe uyazi? Abantu babona kalufifi futhi bathwele kanzima kakhulu.