Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izono zomuntu zathethelelwa ngoNkulunkulu osenyameni kodwa akusho ukuthi umuntu akanaso isono phakathi kuye.
( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Isiphambano. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Isiphambano. Bonisa konke okuthunyelwe
29.9.18
18. Abanye abantu bathe, “Uma sigcina indlela yeNkosi uJesu futhi siziphatha ngokuvumelana nezimfuneko Zakhe, uma sithobekile futhi sibekezela, sithanda izitha zethu, sithwala isiphambano, sithiba imizimba yethu, sishumayela futhi senza umsebenzi weNkosi bese sifakaza Ngayo, uma sizama kulezi zinto, siyoba ngcwele.” Kungani kuyiphutha ukusho lokhu?
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)