( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izulu. Bonisa konke okuthunyelwe
6.7.18
SA Gospel Music “Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
“Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,
singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,
ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.
28.6.18
Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke
South Africa Best gospel music “Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke”
I
Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha,
banjengezingelosi eziza emhlabeni.
Kungenamanga, kungenankohliso noma ukukhohlisa, ngenhliziyo evulekile, ethembekile baphila ngokunesithunzi.
25.6.18
Isiphetho Somuntu
Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bacabange ngoNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngesifiso senu, esingadingi ukuba sichazwe ngamazwi.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)