Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Kuqala, ukwazi ukuvula isikhathi esisha; okwesibili, ukwazi ukuhlinzeka ngokuphila kumuntu futhi akhombise umuntu indlela okumele ayilandele.
( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuza kwesibili kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuza kwesibili kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe
8.10.18
34. EBhayibhelini kuthiwa, “lo Jesu ofanayo … uyokuza ngendlela efanayo njengoba nimbonile ebuyela ezulwini.” Lapho iNkosi ibuya, iyokuza igibele phezu kwefu elimhlophe, kungani kufanele abe yinyama?"
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Njengoba uJesu ahamba, abafundi bakhe ababemlandela nabo bonke abangcwele ababesindisiwe balibonga igama Lakhe, bebelokhu bemlangazelele kakhulu futhi bemlindile.
Njengoba uJesu ahamba, abafundi bakhe ababemlandela nabo bonke abangcwele ababesindisiwe balibonga igama Lakhe, bebelokhu bemlangazelele kakhulu futhi bemlindile.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)