( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Zulu Christian Song. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Zulu Christian Song. Bonisa konke okuthunyelwe
6.1.19
Zulu Gospel Music "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"
Zulu Christian Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela
amazwi amanje kaMoya oNgcwele.
Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele
wayesebenza kanjani phakathi kwabo,
labo abazuze umsebenzi wakamuva
ngababusiswe kakhulu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)