( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
14.1.18
SA Best gospel music "Indaba kaXiaozhen" God's Salvation | South African Choral Music
SA Best gospel music "Indaba kaXiaozhen" God's Salvation | South African Choral Music
UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni.
Waqala walahla unembeza wakhe omuhle nomoya wakhe omuhle wabhuquza odakeni lomhlaba omubi. … Ngenkathi ewa emseni wahamba endleleni yokonakala, wanyathelwa yizwe wagcwala izibazi nemihuzuko. Wafika kwangqingetshe, esimweni sokudideka, eselahle lonke ithemba, ubizo lweqiniso lukaNkulunkulu uSomandla ekugcineni lwayivusa inhliziyo nomoya kaXiaozhen. …
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Awekho amazwana:
Thumela amazwana