( Revelation 1:8 ) “Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.” (Revelation 21:6-7) Wayesethi kimi: “Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.Onqobayo uyakulidla ifa lalezo zinto, futhi ngiyakuba nguNkulunkulu kuye, yena abe yindodana kimi. ( Isi Zulu 1959/1997)
IBandla LikaNkulunkulu USomandla-Amahubo
27.11.17
Ubunjalo Bomuntu Bemvelo Nokufaneleka Kwakhe: Kuyini?
Nahlukaniswa nodaka futhi nakunoma yisiphi isilinganiso, nakhethwa enhleseni, ningcolile futhi nizondwa uNkulunkulu. Nina beningabakaSathane futhi naninyatheliwe ningcoliswe yikho. Ingakho kuthiwa nahlukaniswa nodaka, futhi aningcwele, kodwa kunalokho niyizinto ezingebona abantu lokho okwadala ukuba uSathane anenze iziwula. Lena iyona ncazelo efaneleke kakhulu kinina. Kumele nibone ukuthi ningukungcola okutholakala emanzini amile nasodakeni, kunodobo olufiswayo olufana nezinhlanzi nezimfazi, ayikho intokozo engatholakala kunina. Ukubeka ngokusobala, ningamalungu esigaba esiphansi kakhulu sezenhlalo, niyizilwane ezimbi kakhulu kunezingulube nezinja. Ukubeka ngokusobala, ukunibiza ngala magama akusikho ukwandisa noma ihaba, kepha kuyindlela yokwenza lula udaba. Ukukhuluma nawe ngale migomo empeleni kuyindlela yokukuhlonipha. Ukuqonda kwakho, inkulumo, ukuziphatha “njengabantu” nazo zonke izinto empilweni yenu okuhlanganisa nesimo senu odakeni kwanele ukufakazela ukuba lokhu oyikho “kuyinto engavamile.”
Amanothi Angezansi:
a. Umbhalo wakuqala uthi “yona”.
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Awekho amazwana:
Thumela amazwana